Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 11:23 - Contemporary Zulu Bible 2024

23 UJehova uyakuzixosha zonke lezi zizwe phambi kwenu, nidle ifa lezizwe ezinkulu nezinamandla kunani.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 uJehova uyakuzixosha zonke lezi zizwe phambi kwenu, nizidle izizwe ezinkulu nezinamandla kunani.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

23 uSimakade uyakuzixosha zonke lezi zizwe phambi kwenu, nizinqobe izizwe ezinkulu nezinamandla kunani.

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 11:23
8 Referans Kwoze  

ukuba axoshe phambi kwakho izizwe ezinkulu nezinamandla kunawe, ukuba akungenise, akunike izwe lazo libe yifa lakho, njengokuba kunjalo namuhla.


Zwana, Israyeli, uyakudabula iJordani namuhla ukungena ukudla izizwe ezinkulu nezinamandla kunawe, imizi emikhulu ebiyelweyo kuze kufike ezulwini;


Akungenxa yokulunga kwakho noma ngenxa yobuqotho benhliziyo yakho ukuthi uyakudla ifa lezwe labo; kepha ngenxa yobubi balezi zizwe uJehova uNkulunkulu wakho uyakuzixosha phambi kwakho, agcwalise izwi uJehova alifungela oyihlo o-Abrahama, no-Isaka, noJakobe.


Qaphela lokhu engikuyala ngakho namuhla: bheka, ngiyawaxosha phambi kwakho ama-Amori, namaKhanani, namaHeti, namaPherizi, namaHivi, namaJebusi.


Ngokuba uJehova waxosha izizwe ezinkulu nezinamandla phambi kwenu, kepha nina akukho muntu okwazile ukuma phambi kwenu kuze kube namuhla.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite