Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 11:10 - Contemporary Zulu Bible 2024

10 Ngokuba izwe eningena kulo ukulidla alinjengezwe laseGibithe enaphuma kulo, lapho wahlwanyela khona imbewu yakho, wayinisela ngonyawo lwakho njengensimu yemifino.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Ngokuba izwe ongena kulo ukulidla alinjengezwe laseGibithe enaphuma kulo, lapho wahlwanyela khona imbewu yakho, wayinisela ngonyawo lwakho njengesivande semifino,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 Izwe enizongena kulo ukuba nilidle alifani neGibhithe enaphuma kulo, lapho wawuvame ukuhlwanyela khona imbewu yakho, uyinisele njengesivande semifino,

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 11:10
7 Referans Kwoze  

Futhi uma isizukulwane saseGibhithe singakhuphuki futhi singafiki, okuyinto engenamvula; kuyakuba khona isifo uJehova ayakushaya ngaso izizwe ezingakhuphuki ukugubha umkhosi wamadokodo.


ukuze nandise izinsuku ezweni uJehova alithembisa oyihlo ngesifungo ukulinika bona nenzalo yabo, izwe elichichima ubisi nezinyosi.


Kodwa izwe eniya kulo ukulidla liyizwe lezintaba nezigodi, eliphuza amanzi emvula yezulu.


Ngemba ngaphuza amanzi; ngomisa ngamathe onyawo lwami yonke imifula yezindawo ezivinjezelwe.


“Nganingenisa ezweni elinala, ukuba nidle izithelo zalo nokuhle kwalo; kepha lapho ningena, nalingcolisa izwe lami, nenza ifa lami laba yisinengiso.


Ngokuba uJehova uNkulunkulu wakho ukungenisa ezweni elihle, izwe lemifudlana yamanzi, nemithombo, nezitwa eziphuma ezigodini nasemagqumeni;


Bayakwaphulwa ngecebo lakho, bonke abenza iziganga namadamu ezinhlanzi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite