Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 1:45 - Contemporary Zulu Bible 2024

45 Nabuya nakhala phambi kukaJehova; kepha uJehova akalilalelanga izwi lakho, akakuzwanga.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

45 Nabuye nakhala phambi kukaJehova, kepha uJehova akalalelanga izwi lenu, kanizwanga.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

45 Nabuya, nakhala phambi kukaSimakade, kodwa uSimakade akalilalelanga izwi lokukhala kwenu.

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 1:45
9 Referans Kwoze  

Ngokuba niyazi ukuthi ngasemuva esethanda ukudla ifa lesibusiso, waliwa, ngokuba akafumananga indawo yokuphenduka, nakuba ekufunisisa ngezinyembezi.


Kwathi ezibulala, zamfuna; babuya, babuza kuNkulunkulu ekuseni.


Eqala kuMose nakubaprofethi bonke, wabachasisela emibhalweni okuqondene naye.


Siyazi ukuthi uNkulunkulu akazizwa izoni;


Ngoba liyini ithemba lomzenzisi, lanxa ezuza, uba uNkulunkulu esusa umphefumulo wakhe?


UNkulunkulu uyakuzwa yini ukukhala kwakhe lapho usizi luphezu kwakhe?


Uma ngibheka ububi enhliziyweni yami, iNkosi ayiyikungahlulela;


Kodwa kalilalelanga iseluleko sami, kalifunanga ukusolwa kwami.


Khona bayakungibiza, kepha angiyikuphendula; bayongifuna ekuseni, kodwa ngeke baNgithole;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite