Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 1:36 - Contemporary Zulu Bible 2024

36 Khululani uKalebi indodana kaJefune; uyakulibona, ngimnike izwe alinyathele yena nabantwana bakhe, ngokuba umlandele uJehova ngokupheleleyo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

36 ngaphandle kukaKalebi indodana kaJefune; yena uyakulibona; ngiyakumnika yena nabantwana bakhe izwe alinyatheleyo, ngokuba umlandele uJehova wakhe ngokupheleleyo.’

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

36 ngaphandle kukaKhalebhu indodana kaJefune. Nguyena kuphela oyolibona. Ngiyakumnika izwe anyathele kulo, yena nabantwana bakhe, ngokuba wamlandela ngokupheleleyo uSimakade wakhe.’

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 1:36
10 Referans Kwoze  

Kepha inceku yami uKalebi, lokhu wayenomunye umoya, wangilandela nokungilandela, ngiyakumyisa ezweni aya kulo; nenzalo yakhe iyakulidla.


Ngaphandle kukaKalebi, indodana kaJefune, umKhenezi, noJoshuwa indodana kaNuni, ngokuba baphikelela eNkosini.


Ngoba iNkosi yathi ngabo: Isibili bazafela enkangala. Akwasala muntu kubo, kuphela uKalebi indodana kaJefune noJoshuwa indodana kaNuni.


UKalebi wabathulisa abantu phambi kukaMose, wathi: “Masikhuphuke masinyane, silidle; ngokuba sinamandla okukunqoba.


Owesizwe sakwaJuda, uKalebi indodana kaJefune.


Lawa amagama amadoda: Esizweni sakwaJuda, uKalebi indodana kaJefune.


Ngoba abanye sebezwile bathukuthela, kodwa kakusibo bonke abaphuma eGibhithe ngoMozisi.


Umphefumulo wami ulangazelela wena, isandla sakho sokunene siyangisekela.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite