Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 1:26 - Contemporary Zulu Bible 2024

26 Kodwa anithandanga ukukhuphuka, kepha nahlubuka emyalezweni kaJehova uNkulunkulu wenu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 “Nokho anithandanga ukukhuphuka, kepha nahlubuka esiyalezweni sikaJehova uNkulunkulu wenu;

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

26 “Nokho anithandanga ukukhuphuka, kodwa nahlubuka esiyalezweni sikaSimakade uNkulunkulu wenu;

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 1:26
9 Referans Kwoze  

Nina bantamo zilukhuni, abangasokile ezinhliziyweni nasezindlebeni, nimelana njalo noMoya oNgcwele;


Kepha bahlubuka, bahlupha uMoya wakhe oNgcwele; ngalokho waba yisitha sabo walwa nabo.


Ningahlubuki uJehova, ningabesabi abantu bezwe; ngoba bayisinkwa sethu; ukuzivikela kwabo kususiwe kubo, futhi iNkosi inathi; ningabesabi.


Athatha ezandleni zawo ezithelweni zezwe, asilethela kithi, asazisa, athi: ‘Leli yizwe elihle uJehova uNkulunkulu wethu azakusinika lona.


Ngokunjalo lapho uJehova enithuma nisuka eKadeshi-Barineya ukuthi: ‘Khuphukani nilidle izwe engininike lona; nahlubuka emyalezweni kaJehova uNkulunkulu wenu, anikholwanga nguye, anililalelanga izwi lakhe.


Kepha bona nawobaba bazidla, bazenza lukhuni izintamo zabo, kabalalelanga imiyalo yakho;


Kungakho ngikhulume kini; anilalelanga, kepha nahlubuka ezwini likaJehova, nakhuphuka intaba ngokugabadela.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite