Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDaniyeli 7:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Bheka, kwakukhona esinye isilo, esesibili, sinjengebhere, simi ngalapha, sinezimbambo ezintathu emlonyeni waso phakathi kwamazinyo aso; basebesithi kuye: Vuka udle inyama enengi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 “Bheka, esinye isilo, esesibili, sinjengebhere,* samiswa ngolunye uhlangothi, izimbambo ezintathu zisemlonyeni waso phakathi kwamazinyo aso; kwathiwa kuso: ‘Vuka, udle inyama eningi.’

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 “Bheka, esinye isilo, esesibili, sasinjengebhele, samiswa ngolunye uhlangothi, kukhona izimbambo ezintathu emlonyeni waso phakathi kwamazinyo aso; kwathiwa kuso: ‘Vuka, udle inyama eningi.’

Gade chapit la Kopi




UDaniyeli 7:5
14 Referans Kwoze  

Emva kwakho kuyakuvela omunye umbuso omncane kunawe, nomunye umbuso wesithathu wethusi oyakubusa emhlabeni wonke.


Ngiyakuhlangana nabo njengebhere eliphucwe amawundlu alo, ngiklebhule ikhanda lenhliziyo yabo, ngibadle khona njengengonyama, isilo sasendle sibadwebe.


Manje ngizokutshela iqiniso. Bheka, kusayakuvela amakhosi amathathu ePheresiya; futhi owesine uyoceba kakhulu kunabo bonke, futhi ngamandla ayo ngengcebo yakhe uyovusa bonke bamelene nombuso waseGrisi.


PERES; Umbuso wakho wahlukaniswa wanikezwa amaMede namaPheresiya.


Nina nonke zilwane zasendle, wozani nizodla, yebo, nonke nina zilwane zehlathi.


Umuntu makahlangabeze ibhere elilahlekelwe amawundlu alo kunesiwula ebuwula baso.


Waphenduka wababheka, wabaqalekisa egameni likaJehova. Kwavela amabhere amabili ezinsikazi ehlathini, azala abantwana abangamashumi amane nambili.


Isilo engasibonayo sasifana nengwe, nezinyawo zaso zinjengezebhere, nomlomo waso unjengomlomo wengonyama, udrako wamnika amandla akhe, nesihlalo sakhe sobukhosi, negunya elikhulu.


Eyokuqala yayinjengengonyama, inamaphiko okhozi; ngabuka, kwaze kwaba yilapho amaphiko alo ehlwithwa, yaphakanyiswa emhlabeni, yema ngezinyawo zayo njengomuntu, yanikwa inhliziyo yomuntu.


Emva kwalokho ngabona, bheka, enye ifana nengwe, inamaphiko amane enyoni emhlane wayo; isilo sasinamakhanda amane; lanikwa ukubusa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite