Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDaniyeli 6:24 - Contemporary Zulu Bible 2024

24 Inkosi yasilaya, alethwa amadoda ayemangalele uDaniyeli, awaphosela emphandwini wezingonyama, wona, nabantwana bawo, nawomkawo; amabhubesi ababamba, bawaphula onke amathambo abo, noma baze bafika phansi emgodini.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 Inkosi yayaleza, alethwa lawo madoda ayemangalele uDaniyeli, aphonswa emphandwini wezingonyama, wona nabantwana bawo, nawomkawo; izingonyama zatheleka phezu kwabo, zachoboza amathambo abo, bengakafinyeleli phansi emphandwini.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

24 Inkosi yayaleza, alethwa lawo madoda ayemangalele uDaniyeli, aphonswa emphandwini wezingonyama, wona, abantwana bawo, nomkawo; izingonyama zabathelekela, zaqhobozela amathambo abo bengakafinyeleli naphansi emphandwini.

Gade chapit la Kopi




UDaniyeli 6:24
13 Referans Kwoze  

Ngacabanga kwaze kwasa ukuthi uyawaphula onke amathambo ami njengengonyama; kusukela emini kuze kube sebusuku uyakungiqeda.


Basebemphanyeka uHamani emthini ayewulungisele uMoridekayi. Lwase luphela ulaka lwenkosi.


Uyakuphindisela izitha zami kabi; babhubhise eqinisweni lakho.


Kodwa lapho u-Esteri efika phambi kwenkosi, yayala ngezincwadi ukuba icebo lakhe elibi alicebile ngamaJuda libuyele ekhanda lakhe, futhi yena namadodana akhe baphanyekwe esigxotsheni.


Kepha abantwana bababulali akababulalanga njengokulotshiweyo encwadini yomthetho kaMose uJehova ayale ngakho ngokuthi: “Oyise mabangabulawa ngenxa yabantwana, nabantwana bangabulawa.” ukufa koyise; kodwa yilowo nalowo makabulawelwe isono sakhe.


Oyise kabayikubulawelwa abantwana, labantwana bangabulawa ngenxa yaboyise;


Olungileyo uyasindiswa ekuhluphekeni, lomubi angene endaweni yakhe.


Amadodana ayishumi kaHamani indodana kaHamedatha, isitha sabaJuda, ababulala; kepha abazibekanga izandla zabo empangweni.


Ngakho-ke, ngenxa yokuthi umyalo wenkosi wawushubile futhi isithando somlilo sasishisa kakhulu, ilangabi lomlilo lawabulala lawo madoda athatha oShadiraki, uMeshaki no-Abhedinego.


Ufakazi wamanga kayikujeziswa, lokhuluma amanga uzabhubha.


Ngalokho usho kanje uJehova, uthi: “Aningilalelanga ngokumemezela inkululeko, kube yilowo nalowo kumfowabo, kube yilowo nalowo kumakhelwane wakhe; bhekani, ngiyakunibikela inkululeko, usho uJehova, enkembeni, nesifo, nasendlaleni; ngiyakukuphakamisa emibusweni yonke yomhlaba.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite