Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDaniyeli 5:31 - Contemporary Zulu Bible 2024

31 UDariyu umMediya wathatha ubukhosi, eneminyaka engaba ngamashumi ayisithupha nambili.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

31 UDariyu umMede wamukela umbuso eneminyaka engamashumi ayisithupha nambili.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

31 UDariyu umMede wathatha umbuso eneminyaka engama-62.

Gade chapit la Kopi




UDaniyeli 5:31
6 Referans Kwoze  

Ngomnyaka wokuqala kaDariyu indodana ka-Ahashiveroshi wesizwe samaMede owabekwa inkosi embusweni wamaKaledi;


Kwaba kuhle kuDariyu ukumisa izikhulu eziyikhulu namashumi amabili phezu kombuso, zibe phezu kombuso wonke;


Ngakubekela ugibe, wabanjwa nawe, Babele, wawungazi; watholakala futhi wathunjwa, ngoba walwa noJehova.


PERES; Umbuso wakho wahlukaniswa wanikezwa amaMede namaPheresiya.


Futhi ngema ngomnyaka wokuqala kaDariyu umMede ukuba ngimqinise, ngimqinise.


Ngiyakwehlisela phezu kwalelo zwe onke amazwi ami engiwakhulume ngalo, konke okulotshwe kule ncwadi uJeremiya ayiprofetha ngazo zonke izizwe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite