Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDaniyeli 5:26 - Contemporary Zulu Bible 2024

26 Nansi incazelo yendaba: MENE; UNkulunkulu ubalile umbuso wakho, wawuqeda.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 “Nansi incazelo yale nto: MENE: uNkulunkulu ubalile umbuso wakho, uwuqedile.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

26 “Nansi incazelo yalokho: MENE: uNkulunkulu uwubalile umbuso wakho, uwuqedile.

Gade chapit la Kopi




UDaniyeli 5:26
11 Referans Kwoze  

Zonke izizwe ziyomkhonza yena, nendodana yakhe, nendodana yendodana yakhe, kuze kufike isikhathi sezwe lakhe, khona-ke izizwe eziningi namakhosi amakhulu ziyokhonza ngaye.


Iyaziwa nguNkulunkulu yonke imisebenzi yakhe kwasekuqaleni kwezwe.


Ngomnyaka wokuqala wokubusa kwakhe, mina, Daniyeli, ngaqonda ezincwadini inani leminyaka izwi likaJehova elafika ngayo kuJeremiya umprofethi, ukuthi yayiyoqeda iminyaka engamashumi ayisikhombisa ekubhujisweni kweJerusalema.


Uma umuntu efa, uyobuye aphile? zonke izinsuku zesikhathi sami esimisiwe ngiyakulinda kuze kufike ukuguqulwa kwami.


Bheka, ngiyakubavusela amaMede anganaki isiliva; futhi igolide, ngeke bajabule ngalo.


Nanku umbhalo obhaliwe: MENE, MENE, TEKEL, UFARSIN.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite