Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDaniyeli 4:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 Belitshazari, nkosi yezanusi, ngokuba ngiyazi ukuthi umoya wawonkulunkulu abangcwele ukuwe, nokuthi akukho mfihlakalo ekukhathazayo, ngitshele imibono yephupho lami engalibonayo kanye nencazelo yalo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 “Beliteshasari, wena nduna yezanusi, ngokuba ngiyazi ukuthi umoya wawonkulunkulu abangcwele ukuwe nokuthi awukhathazwa mfihlakalo, ngitshele imibono yephupho lami engilibonileyo nencazo yalo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 “Bhelitheshazari, wena nduna yezanusi, ngokuba ngiyazi ukuthi umoya wonkulunkulu abangcwele ukuwe nokuthi awukhathazwa mfihlakalo, ngitshele imibono yephupho lami engilibonileyo nencazelo yalo.

Gade chapit la Kopi




UDaniyeli 4:9
18 Referans Kwoze  

Kukhona indoda embusweni wakho onomoya wawonkulunkulu abangcwele; nasemihleni kayihlo kwafunyanwa kuye ukukhanya nokuqonda nokuhlakanipha njengokuhlakanipha konkulunkulu; owabeka inkosi, uyihlo uNebukadinesari, inkosi, ngithi uyihlo abe yinkosi yabathakathi, nabathwebulayo, namaKaledi, nabahlola imihlola;


Inkosi yasimphakamisa uDaniyeli, yamupha izipho ezinkulu ezinengi, yammisa waba ngumbusi phezu kwesifunda sonke saseBhabhiloni lenduna yababusi phezu kwabo bonke abahlakaniphileyo beBhabhiloni.


Kepha ekugcineni wangena phambi kwami uDaniyeli ogama lakhe lalinguBelitshasari njengegama likankulunkulu wami, okukuye umoya wawonkulunkulu abangcwele; ngalandisa iphupho phambi kwakhe, ngathi:


Ngabona iphupho langethusa, nemicabango ngisembhedeni wami nobuso bekhanda lami bangethusa.


Kuzo zonke izindaba zokuhlakanipha nokuqonda inkosi eyayibabuza yona, yathola ukuthi babengcono ngokuphindwe kashumi kunabo bonke abahlola imilingo nabahlola izinkanyezi ababesembusweni wayo wonke.


Bheka, uhlakaniphe kunoDaniyeli; akukho mfihlo abangakufihlela yona;


UFaro wasesithi ezincekwini zakhe: Singamthola yini onjengalo, umuntu onoMoya kaNkulunkulu?


Mina, nkosi uNebukadinesari, ngalibona leli phupho. Manje wena Belitshasari, yazisa incazelo yalo, ngokuba bonke abahlakaniphileyo bombuso wami bangenakungazisa incazelo; kodwa niyakwazi; ngoba umoya wawonkulunkulu abangcwele ukuwe.


Uyakumiswa ngokulunga; uyakuba kude nosizi; ngokuba aniyikwesaba, nokwesabeka; ngoba ngeke isondele kuwe.


Inhliziyo yakho iyocabanga ukwesaba. Uphi umbhali? uphi umamukeli uphi yena owabala imibhoshongo?


Maye kithi! ngubani oyakusikhulula esandleni salaba nkulunkulu abanamandla na? yilabo onkulunkulu abashaya abaseGibithe ngazo zonke izinhlupho ehlane.


Inkosi yamphendula uDaniyeli, yathi: “Kuyiqiniso ukuthi uNkulunkulu wakho unguNkulunkulu wawonkulunkulu, neNkosi yamakhosi, nomambuli wezimfihlakalo, lokhu wena ukwazile ukwambula le mfihlakalo;


Entabeni ephakemeyo yakwa-Israyeli ngiyolitshala, lithele, lithele, libe ngumsedari omuhle; futhi ngaphansi kwawo kuyakuhlala zonke izinyoni zamaphiko onke; emthunzini wakhe bayohlala.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite