Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDaniyeli 4:22 - Contemporary Zulu Bible 2024

22 Nguwe, nkosi, owakhula waba namandla, ngokuba ubukhulu bakho bukhulile, bafinyelela emazulwini, nombuso wakho kuze kube semikhawulweni yomhlaba.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 nguwe nkosi okhulile waqina, ngokuba ubukhulu bakho bukhulile bufinyelele ezulwini nokubusa kwakho kuze kube sekugcineni komhlaba.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

22 nguwe nkosi okhulile waqina, ngokuba ubukhulu bakho bukhulile, bufinyelele ezulwini, nokubusa kwakho kuze kube sekugcineni komhlaba.

Gade chapit la Kopi




UDaniyeli 4:22
18 Referans Kwoze  

UNathani wasesithi kuDavida: Nguwe lowomuntu. Usho kanje uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli, uthi: “Ngakugcoba ube yinkosi kwa-Israyeli, ngakusindisa esandleni sikaSawule;


Ngokuba izono zalo zifinyelele ezulwini, noNkulunkulu ukhumbulile ukungalungi kwalo.


Ngokuba uJohane wathi kuye: “Awuvunyelwe ukuba ube naye.


Ngokuba umusa wakho mkhulu ngaphezu kwamazulu, neqiniso lakho lifinyelela emafwini.


Umusa wakho, Jehova, usezulwini; nokuthembeka kwakho kufinyelela emafwini.


Kepha kwakukhona umprofethi kaJehova ogama lakhe lingu-Odedi; waphuma phambi kwempi eyafika eSamariya, wathi kuyo: “Bhekani, ngokuba uJehova uNkulunkulu wawoyihlo wayethukuthelele uJuda, wabanikela esandleni senu, nababulala ngokufutheka kwenu ifinyelela ezulwini.


Waphupha, bheka, kwakumi isikhwelo emhlabeni, isihloko saso sifinyelela ezulwini; futhi bheka, izingelosi zikaNkulunkulu zenyuka phezu kwawo futhi zehlela phezu kwawo.


Bathi: “Hambani, sizakhele umuzi nombhoshongo osiqongo sawo singafika ezulwini; masizenzele igama, funa sihlakazeke emhlabeni wonke.


Uthi: Itsho njalo iNkosi uJehova; Ukhozi olukhulu olunamaphiko amakhulu, namaphiko amade, lugcwele izimpaphe, ezinemibala ehlukahlukene, lwafika eLebanoni, lwathatha igatsha eliphezulu lomsedari.


Umuthi wakhula waba namandla, ukuphakama kwawo kwafinyelela ezulwini, nobuso bawo emikhawulweni yomhlaba wonke.


amaqabunga awo ayemahle, nezithelo zawo zaziziningi, futhi kwakukhona kuwo ukudla kwabo bonke; okwahlala ngaphansi kwawo izilwane zasendle, nezinyoni zezulu zahlala emagatsheni awo.


Ngaso leso sikhathi ingqondo yami yabuyela kimi; udumo lobukhosi bami kwabuyela kimi eludumo lombuso wami; abeluleki bami namakhosi ami bangifuna; ngase ngiqiniswa embusweni wami, ngenezelwa nobukhosi obuhle kakhulu.


Mina ngenza umhlaba, umuntu, nesilwane esisemhlabeni, ngamandla ami amakhulu nangengalo yami eyeluliweyo, ngamnika lowo engibona kukuhle kimi.


Uyaguqula izikhathi nezikhathi; ususa amakhosi, abeke amakhosi; Unika abahlakaniphileyo ukuhlakanipha nolwazi kwabakwaziyo ukuqonda.


Ekupheleni kwezinyanga eziyishumi nambili wayehambahamba esigodlweni sombuso waseBhabhiloni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite