Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDaniyeli 2:39 - Contemporary Zulu Bible 2024

39 Emva kwakho kuyakuvela omunye umbuso omncane kunawe, nomunye umbuso wesithathu wethusi oyakubusa emhlabeni wonke.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

39 “Emva kwakho kuyakuvuka omunye umbuso omncane kunawe, nomunye umbuso wesithathu wethusi oyakubusa emhlabeni wonke.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

39 “Emva kwakho kuyakuvuka omunye umbuso omncane kunawe, nomunye umbuso wesithathu wethusi oyakubusa emhlabeni wonke.

Gade chapit la Kopi




UDaniyeli 2:39
14 Referans Kwoze  

Ikhanda lalesi sithombe laliyigolide elihle, isifuba saso nezingalo zaso kuyisiliva, isisu saso nezinkalo zaso kuyithusi;


Othi ngoKoresi: Ungumalusi wami; nasethempelini: Isisekelo sakho siyakubekwa.


Wathi: “Uyazi yini ukuthi ngizeleni kuwe na?” manje ngiyakubuya ngilwe nesikhulu sasePheresiya; futhi lapho ngiphuma, bheka, iSikhulu saseGrisi siyeza.


Inqama oyibonile enezimpondo ezimbili ingamakhosi aseMediya nasePheresiya.


Amahhashi amnyama okulo aphumela ezweni lasenyakatho; nabamhlophe babalandela; futhi ezosiwe ziphuma ziye ezweni eliseningizimu.


Enqoleni yesithathu amahhashi amhlophe; enqoleni yesine amahhashi agayiwe, azigwagwisayo.


Wathi: “Isilo sesine siyakuba ngumbuso wesine emhlabeni, oyakuhluka kuyo yonke imibuso, uqede wonke umhlaba, uwunyathele, uwuphule;


Nomaphi lapho kuhlala khona abantwana babantu, izilwane zasendle nezinyoni zezulu, wakunikela esandleni sakho, wakumisa ube ngumbusi phezu kwakho konke. Wena uyikhanda legolide.


Umbuso wesine uyakuba namandla njengensimbi, ngokuba insimbi iphahlaza, ithobe konke; futhi njengensimbi ewuqhekeza wonke, uyophuka futhi uphahlaze.


Lempongo iyinkosi yaseGrisi, nophondo olukhulu oluphakathi kwamehlo ayo yinkosi yokuqala.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite