Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDaniyeli 2:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 Ngomnyaka wesibili wokubusa kukaNebukadinesari uNebukadinesari waphupha amaphupho, umoya wakhe waphazamiseka, nobuthongo bakhe bameqa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Ngomnyaka wesibili wokubusa kukaNebukadinesari uNebukadinesari waphupha amaphupho; umoya wakhe wakhathazeka, nobuthongo bakhe bambalekela.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

1 Ngonyaka wesibili wokubusa kukaNebukhadinezari, uNebukhadinezari waphupha amaphupho; umoya wakhe wakhathazeka, wayeseqwasha.

Gade chapit la Kopi




UDaniyeli 2:1
14 Referans Kwoze  

Ngabona iphupho langethusa, nemicabango ngisembhedeni wami nobuso bekhanda lami bangethusa.


Ngalobo busuku inkosi ayizange ilale ubuthongo, yayala ukuba kulethwe incwadi yemilando; zafundwa phambi kwenkosi.


Inkosi yasisithi kubo: Ngiphuphe iphupho; umoya wami wakhathazeka ukuze ngilazi iphupho.


Izwi elafika kuJeremiya ngabantu bonke bakwaJuda ngomnyaka wesine kaJehoyakimi indodana kaJosiya, inkosi yakwaJuda, okungumnyaka wokuqala kaNebukadinesari, inkosi yaseBabele;


Inkosi yayisingena endlini yayo, yachitha ubusuku izila ukudla; alethwanga izinsimbi zomculo phambi kwakhe, ubuthongo bakhe bamuka kuye.


Inkosi uBelishasari yasikhathazeka kakhulu, ubuso bayo baguquka phakathi kwayo, lezikhulu zayo zamangala.


Ngomnyaka wokuqala kaBelishasari inkosi yaseBabele uDaniyeli waba nephupho nemibono yekhanda lakhe embhedeni wakhe; wayesebhala phansi iphupho, walandisa ingqikithi yezindaba.


Ngabona kukuhle ukwenza izibonakaliso nezimangaliso uNkulunkulu oPhezukonke azenza kimi.


Mina, Daniyeli, umoya wami wadabuka phakathi komzimba wami, nobuso bekhanda lami bangethuka.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite