Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDaniyeli 11:38 - Contemporary Zulu Bible 2024

38 Kepha empahleni yayo iyodumisa uNkulunkulu Sebawoti, nonkulunkulu oyise ababengamazi, iyomdumisa ngegolide, nangesiliva, nangamatshe anqabileyo, nangezinto ezithandekayo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

38 Kepha unkulunkulu wezinqaba uyakumdumisa esikhundleni sabo, nonkulunkulu ababengamazi oyise uyakumdumisa ngegolide, nangesiliva, nangamatshe anqabileyo nangokunye okuthandiweyo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

38 Kepha unkulunkulu wezinqaba uyakumdumisa esikhundleni sabo, nonkulunkulu ababengamazi oyise uyakumdumisa ngegolide, ngesiliva, nangamatshe anqabileyo nangokunye okuthandiweyo.

Gade chapit la Kopi




UDaniyeli 11:38
8 Referans Kwoze  

Kepha uMoya usho ngokucacile ukuthi ngezikhathi zokugcina abanye bayakuhlubuka ekukholweni, benaka omoya abadukisayo nezifundiso zamademoni;


Abenza izithombe ezibaziweyo bayize; nezinto zabo ezimnandi ngeke zisize; futhi bangofakazi babo; ababoni futhi abazi; ukuze babe lenhloni.


Ukuthengiswa kwegolide, nesiliva, namatshe anenani, namaparele, nelineni elicolekileyo, nokububende, nosilika, nokubomvu, nazo zonke izigodo zakho, nezitsha zonke zophondo lwendlovu, nezitsha zonke zokhuni oluyigugu; neyethusi, nensimbi, netshe letsheba;


Kodwa egatsheni lezimpande zawo kuyovela omunye ezweni lakubo, oyofika nebutho lempi, angene enqabeni yenkosi yaseNyakatho, abhekane nabo futhi anqobe.


Ayiyikunakekela uNkulunkulu wawoyise, inganaki isifiso sabesifazane nanoma yimuphi unkulunkulu; ngoba iyozikhulisa ngaphezu kwakho konke.


Iyakwenza kanjalo ezinqabeni ngonkulunkulu wabezizwe, abayomazi, andise ngenkazimulo; futhi iyobenza babuse phezu kwabaningi futhi ihlukanise izwe libe yinzuzo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite