Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDaniyeli 10:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Mina, Daniyeli, ngawubona ngedwa umbono lowo, ngokuba abantu ababe nami abawubonanga umbono; kodwa ukuthuthumela okukhulu kwehlela phezu kwabo, baze babaleka ukuze bacatshe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Mina, Daniyeli, kuphela ngawubona umbono, ngokuba abantu ababe nami abawubonanga umbono, kepha behlelwa ngukuthuthumela okukhulu, babaleka ukuba bacashe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Mina, Daniyeli, yimi ngedwa engawubona umbono, ngokuba abantu ababenami abawubonanga, kepha behlelwa ngukuthuthumela okukhulu, babaleka bayocasha.

Gade chapit la Kopi




UDaniyeli 10:7
8 Referans Kwoze  

Lamadoda ayehamba laye ayemi engelakukhuluma, ezwa ilizwi, kodwa engaboni muntu.


Lababe nami bakubona ukukhanya, besaba; kodwa abalizwanga ilizwi lalowo owayekhuluma lami.


U-Adamu wathi: “Ngizwe izwi lakho ensimini, ngesaba, ngokuba nginqunu; ngase ngicasha.


Futhi umbono wawumubi kangangokuthi uMose wathi: “Ngiyesaba kakhulu futhi ngiyathuthumela.”


Ngena edwaleni ucashe othulini ngokumesaba uJehova nangenxa yobukhosi bakhe.


Ndodana yomuntu, yidla isinkwa sakho ngokuthuthumela futhi uphuze amanzi akho ngokuthuthumela nangokunakekela;


Ukhona yini ongamfihla ezindaweni zokucasha ukuze ngingamboni? kusho uJehova. Angigcwalise izulu nomhlaba na? kusho uJehova.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite