UDaniyeli 10:6 - Contemporary Zulu Bible 20246 Umzimba wakhe wawunjengoboya, nobuso bakhe bunjengokubonakala kombani, namehlo akhe enjengezibani zomlilo, izingalo zakhe nezinyawo zakhe zinjengethusi elimibalabala, nomsindo wamazwi akhe njengezwi lesixuku. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE6 Umzimba wakhe wawunjengekrisolithe,* nobuso bakhe bunjengokubonakala konyazi, namehlo akhe enjengezibani zomlilo, izingalo zakhe nezinyawo zakhe zinjengokubengezela kwethusi eliphucuziweyo, nezwi lamazwi akhe linjengezwi lesixuku. Gade chapit laIsiZulu 20206 Umzimba wakhe wawunjengekhrisolithe, nobuso bakhe bunjengokubonakala konyazi, namehlo akhe enjengezibani zomlilo, izingalo zakhe nezinyawo zakhe zinjengokubenyezela kwethusi eliphucuziweyo, nezwi lamazwi akhe linjengezwi lesixuku. Gade chapit la |