Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDaniyeli 10:15 - Contemporary Zulu Bible 2024

15 Lapho ekhuluma lawo mazwi kimi, ngabhekisa ubuso bami phansi, ngaba yisimungulu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Esekhulumile kimi lawo mazwi, ngabhekisa ubuso bami phansi, ngathula.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

15 Esewakhulumile kimi lawo mazwi, ngabhekisa ubuso bami phansi, ngathula.

Gade chapit la Kopi




UDaniyeli 10:15
6 Referans Kwoze  

Bheka, uyakuba yisimungulu, ungakwazi ukukhuluma, kuze kufike usuku okuyakwenzeka ngalo lokho, ngokuba ungakholwanga ngamazwi ami ayakugcwaliseka ngesikhathi sawo.


Ngalolo suku umlomo wakho uyovuleka kuye okhululiwe, futhi uyokhuluma, ungabe usaba yisimungulu; futhi uyakuba yisibonakaliso kubo; bazakwazi ukuthi nginguJehova.


Kodwa ngezwa izwi lamazwi akhe, futhi lapho ngezwa izwi lamazwi akhe, ngase ngilele ubuthongo obunzima, ubuso bami bubheke phansi.


Esakhuluma nami, ngase ngilele ubuthongo obunzima, ubuso bami bubheke phansi, kepha wangithinta, wangimisa.


Isandla sikaJehova sasiphezu kwami kusihlwa, bengakafiki abakhululwayo; wavula umlomo wami, waze weza kimi ekuseni; umlomo wami wavuleka, angibange ngisaba yisimungulu.


Ngiyakwenza ulimi lwakho lunamathele olwangeni lwakho, ukuze ube yisimungulu, ungabi yisijeziso kubo, ngokuba bayindlu edlubulundayo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite