Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDaniyeli 10:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 Yathi kimi: “Daniyeli, indoda ethandekayo, qonda amazwi engiwakhuluma kuwe, ume uqonde, ngokuba manje ngithunyiwe kuwe. Lapho ekhuluma leli zwi kimi, ngema ngithuthumela.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Wathi kimi: “Daniyeli, wena muntu othandekayo, qonda amazwi engiwakhuluma kuwe, ume nokuma, ngokuba ngithunywe kuwe;” lapho esekhulumile leli zwi kimi, ngema ngithuthumela.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 Wathi kimi: “Daniyeli, wena muntu othandekayo, qonda amazwi engiwakhuluma kuwe, ume nokuma, ngokuba ngithunywe kuwe;” lapho esekhulumile leli lizwi kimi, ngema ngithuthumela.

Gade chapit la Kopi




UDaniyeli 10:11
15 Referans Kwoze  

Kepha sukuma, ume ngezinyawo zakho, ngokuba ngibonakale kuwe ngalokho ukuba ngikwenze ube yisikhonzi nofakazi walezi zinto ozibonileyo nowalezo zinto engizakuzibonakalisa kuwe ngazo;


Base bephuma masinyane, babaleka ethuneni; ngokuba babethuthumela, bamangala; ngoba babesaba.


Wayesethi kimi: “Ndodana yomuntu, yima ngezinyawo zakho, mina ngikhulume nawe.


Ethuthumela emangala wathi: “Nkosi, uthanda ukuba ngenzeni na? INkosi yasisithi kuye: Sukuma uye emzini, njalo uzatshelwa ofanele ukwenze.


UPetru ephenduka wabona umfundi uJesu amthandayo elandela; laye eyame esifubeni sakhe esidlweni, wathi: Nkosi, ngubani okukhaphelayo?


Kwakukhona omunye wabafundi bakhe uJesu amthandayo, encike esifubeni sikaJesu.


wathi: “O othandekayo, ungesabi; ukuthula kini, qinani, yebo, qinani. Lapho ekhuluma kimi, ngaba namandla, ngathi: “Mayikhulume inkosi yami; ngoba ungiqinisile.


Angidlanga sinkwa esihle, kwakungekho nyama nawayini emlonyeni wami, futhi angizigcobanga nakanye, kwaze kwaphela amasonto amathathu apheleleyo.


Inkosi izabufisa kakhulu ubuhle bakho, ngoba iyiNkosi yakho; nimkhonze.


Nalokhu inhliziyo yami iyathuthumela, isuka endaweni yayo.


Mina ngingowothandiweyo wami, futhi ukufisa kwakhe kukimi.


Ngisho noma la madoda amathathu, uNowa, uDaniyeli noJobe, ebekhona kulo, ayeyosindisa umphefumulo wawo kuphela ngokulunga kwawo, isho iNkosi uJehova.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite