Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDaniyeli 1:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 Inkosi yasikhuluma ku-Aspenasi induna yabathenwa bakhe ukuthi alethe abanye babantwana bakoIsrayeli labenzalo yenkosi leyeziphathamandla;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Inkosi yakhuluma ku-Ashipenazi, induna yabathenwa bayo, ukuba athathe kubantwana bakwa-Israyeli abozalo lwenkosi nezikhulu, abalethe,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 Inkosi yakhuluma ku-Ashiphenazi, induna yabathenwa bayo, ukuba athathe kubantu bakwa-Israyeli abozalo lwenkosi nezikhulu, abalethe kuyo.

Gade chapit la Kopi




UDaniyeli 1:3
6 Referans Kwoze  

Emadodaneni akho ayakuphuma kuwe, oyakuwazala, uyakuwasusa; futhi bayoba ngabathenwa esigodlweni senkosi yaseBhabhiloni.


Yamthumba uJehoyakini yamyisa eBabele, nonina wenkosi, nabafazi benkosi, nezinceku zayo, nabanamandla bezwe, yabathumba eJerusalema yabayisa eBabele.


Ngenyanga yesikhombisa u-Ishmayeli indodana kaNethaniya ka-Elishama wozalo lwenkosi, nezikhulu zenkosi, namadoda ayishumi kanye naye, kwafika kuGedaliya indodana ka-Ahikamu eMispa; badla isinkwa ndawonye eMispa.


Lizazala amadodana lamadodakazi, kodwa kaliyikuthokoza ngakho; ngoba bayakuthunjwa.


Bheka, izinsuku ziyeza lapho konke okusendlini yakho nalokho oyihlo abakubekelele khona kuze kube namuhla kuyakuthunjwa kuyiswe eBabele; akuyikusala lutho, usho uJehova.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite