Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IsiHlabelelo seziHlabelelo 8:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 Isivini sami, esingesami, siphambi kwami; wena, Solomon, uyakuba nenkulungwane, nabalinda izithelo zakhona amakhulu amabili.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Isivini esingesami siphambi kwami; inkulungwane mayibe ngeyakho, Solomoni, namakhulu amabili abe ngawabaphathi bezithelo zaso.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 Isivini sami siphambi kwami, inkulungwane mayibe ngeyakho, Solomoni, namakhulu amabili abe ngawabaphathi bezithelo zaso.

Gade chapit la Kopi




IsiHlabelelo seziHlabelelo 8:12
14 Referans Kwoze  

Ningangibheki, ngokuba ngimnyama, ngokuba ilanga lingibhekile; abantwana bakamama bangithukuthelela; bangibeka umlindi wezivini; kodwa mina angisigcinanga isivini sami.


Ngokuba liyini ithemba lethu, nokuthokoza, nomqhele wethu wokuzibonga na? Angithi nina phambi kweNkosi yethu uJesu Kristu ekufikeni kwayo na?


Futhi wafela bonke, ukuze abaphilayo bangabe besaziphilela bona, kodwa baphilele yena owabafela, wabuye wavuka.


Ngokuba nathengwa ngenani;


Ziqapheleni nina nomhlambi wonke anibeke kuwo uMoya oNgcwele ukuba nibe ngababonisi bokwelusa ibandla likaNkulunkulu azithengele lona ngegazi lakhe.


Qapha inhliziyo yakho ngakho konke ukukhuthala; ngoba kuyo kuvela imithombo yokuphila.


Ogcina umkhiwane uyakudla isithelo sawo; kanjalo uyakudunyiswa olindela inkosi yakhe.


Njengomapula phakathi kwemithi yehlathi, unjalo othandiweyo wami phakathi kwamadodana. Ngahlala phansi emthunzini wawo ngokujabula okukhulu, nesithelo sawo sasimnandi emlonyeni wami.


USolomoni wayenesivini eBali Hamoni; isivini wasinika ababonisi; kwaba yilowo nalowo ngokwezithelo zawo ukuletha amashekeli ayinkulungwane esiliva.


Wena ohlala emasimini, abangane bayalilalela ilizwi lakho; ake ngizwe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite