Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IsiHlabelelo seziHlabelelo 7:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

8 Ngathi: Ngizakwenyukela esihlahleni selala, ngibambe amagatsha awo; manje namabele akho ayakuba njengamahlukuzo omvini, nephunga lekhala lakho njengama-apula;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Ngathi: “Ngiyakukhwela esundwini, ngibambe amagatsha alo.” Amabele akho mawabe ngamahlukuzo omvini, nephunga lokuphefumula kwakho njengama-apula,*

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

8 Ngithi: “Ngizokhwela esihlahleni sesundu, ngibambelele emagatsheni aso.” Ngiyakucela, sengathi isifuba sakho singafana namahlukuzo omvini, nephunga lokuphefumula kwakho lifane namahhabhula,

Gade chapit la Kopi




IsiHlabelelo seziHlabelelo 7:8
10 Referans Kwoze  

Makabongwe uNkulunkulu osihola njalo ekunqobeni kuKristu, ebonakalisa ngathi iphunga lokwazi kwakhe ezindaweni zonke.


Yebo, ngiyakuthokoza ngabo ukuba ngibenzele okuhle, ngibatshale nokutshala kuleli zwe ngayo yonke inhliziyo yami nangawo wonke umphefumulo wami.


Vuka, moya wasenyakatho! woza wena ningizimu! phephetha phezu kwensimu yami, ukuze amakha ayo aphume. Othandiweyo wami makangene ensimini yakhe, adle isithelo sakhe esimnandi.


Ngibambe ngamaphiko, ungiduduze ngama-apula, ngokuba ngiyagula ngothando.


Njengomapula phakathi kwemithi yehlathi, unjalo othandiweyo wami phakathi kwamadodana. Ngahlala phansi emthunzini wawo ngokujabula okukhulu, nesithelo sawo sasimnandi emlonyeni wami.


Ngenxa yephunga elimnandi lamafutha akho, igama lakho linjengamafutha athululwayo; ngalokho izintombi ziyakuthanda.


Isimo sakho sinjengesundu, namabele akho njengamahlukuzo ezithelo zomvini.


Umvini uyabuna, nomkhiwane uyabuna; umpomegranati, nesundu, nom-apula, yonke imithi yasendle ibunile, ngokuba intokozo yabantwana babantu ibunile.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite