Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IsiHlabelelo seziHlabelelo 5:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Abalindi ababezungeza umuzi bangifumana, bangishaya, bangilimaza; abalindi bezindonga bangemuka umgubuzelo wami.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Abalindi bangifumana behambahamba emzini, bangishaya, bangilimaza; abalindi bezingange bangaphuca imvakazi yami.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Ngatholwa ngabaqaphi ababehla benyuka emzini, bangishaya, bangilimaza, abaqaphi bezingange bangihlubula ingubo yami.

Gade chapit la Kopi




IsiHlabelelo seziHlabelelo 5:7
25 Referans Kwoze  

Abalindi bangifumana bezulazula emzini; ngathi kubo: “Umbonile othandwa ngumphefumulo wami na?”


sibheke kuJesu umqalisi nomphelelisi wokukholwa kwethu; owathi ngenxa yentokozo eyayibekwe phambi kwakhe wathwala isiphambano, edelela ihlazo, futhi usehlezi ngakwesokunene sesihlalo sobukhosi sikaNkulunkulu.


ngokushisekela ngizingela ibandla; mayelana nokulunga okusemthethweni, ngingenacala.


Ngokuba abanjalo bangabaphostoli bamanga, izisebenzi ezikhohlisayo, beziguqula abaphostoli bakaKristu.


Bazalixotsha emasinagogeni; yebo, isikhathi siyeza, lapho wonke olibulalayo uzakuthi ukhonza uNkulunkulu.


Nibusisiwe, nxa abantu benizonda, nalapho benihlukanisa, benithuka, belahla igama lenu ngokungathi libi, ngenxa yeNdodana yomuntu.


Esithi: Ababhali nabaFarisi bahlezi esihlalweni sikaMozisi;


Ngakho ngababulala ngabaprofethi; Ngibabulele ngamazwi omlomo wami, nezahlulelo zakho zinjengokukhanya okuphumayo.


Ngimisile abalindi phezu kwezingange zakho, Jerusalema, abangayikuthula nanini imini nobusuku; nina enimbiza uJehova, ningathuli;


USolomoni wayenesivini eBali Hamoni; isivini wasinika ababonisi; kwaba yilowo nalowo ngokwezithelo zawo ukuletha amashekeli ayinkulungwane esiliva.


Olungileyo makangishaye; kuyakuba umusa, angithethise; kuyakuba ngamafutha amahle kakhulu;


Ngamvulela othandiweyo wami; kepha othandiweyo wami wasuka, wahamba; umphefumulo wami waphela amandla lapho ekhuluma; Ngambiza, kodwa akangiphendulanga.


Ngiyanifungisa, madodakazi aseJerusalema, uma ningithola othandekayo, nimtshele ukuthi ngiyafa uthando.


Izibuko, nelineni elicolekileyo, nezigqoko, namaveyili.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite