Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 9:35 - Contemporary Zulu Bible 2024

35 Wayesehlala phansi, wabiza abayishumi nambili, wathi kubo: “Uma umuntu ethanda ukuba ngowokuqala, uyakuba ngowokugcina kubo bonke nesigqila sabo bonke.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

35 Wayesehlala phansi, wababiza abayishumi nambili, wathi kubo: “Uma umuntu ethanda ukuba ngowokuqala, makabe ngowokugcina kubo bonke nesikhonzi sabo bonke.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

35 Wahlala phansi, wabiza abali-12, wathi kubo: “Uma umuntu ethanda ukuba ngowokuqala, makabe ngowokugcina kubo bonke, nesikhonzi sabo bonke.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

35 Wayesehlala phansi, wabiza abayishumi nambili, wathi kubo: “Uma umuntu ethanda ukuba ngowokuqala, uyakuba ngowokugcina kubo bonke nesigqila sabo bonke.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 9:35
10 Referans Kwoze  

Kepha aninjalo; kodwa omkhulu phakathi kwenu makabe njengomncinyane; futhi oyinhloko makabe njengokhonzayo.


Kodwa omkhulu phakathi kwenu kabe yinceku yenu.


Kodwa ubapha umusa owengeziwe. Ngalokho uthi: “UNkulunkulu umelana nabazidlayo, kepha abathobekileyo ubapha umusa.


Ngithi kini: Lo wehlela endlini yakhe elungisisiwe kulomunye; lalowo ozithobayo uzaphakanyiswa.


Futhi ingabe uyazifunela izinto ezinkulu? ungabafuni, ngokuba bheka, ngiyakwehlisela ububi phezu kwayo yonke inyama,” usho uJehova; kepha ngiyakukunika ukuphila kwakho kube yimpango ezindaweni zonke oya kuzo.


Ngokuzigqaja kuvela ukuxabana kuphela, kodwa kwabahlakaniphileyo kukhona ukuhlakanipha.


Wathatha umntwana, wammisa phakathi kwabo, wamgona, wathi kubo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite