Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 9:29 - Contemporary Zulu Bible 2024

29 Wathi kubo: Loluhlobo alunakuphuma ngalutho, kuphela ngokukhuleka nokuzila ukudla.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

29 Wayesethi kubo: “Lolu hlobo lungephume ngalutho, kuphela ngokukhuleka nangokuzila ukudla.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

29 UJesu wathi kubo: “Lolu hlobo lungephume ngalutho, kuphela ngokukhuleka.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

29 Wathi kubo: Loluhlobo alunakuphuma ngalutho, kuphela ngokukhuleka nokuzila ukudla.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 9:29
17 Referans Kwoze  

Umkhuleko wokukholwa uyakumsindisa ogulayo, iNkosi imvuse; uma enzile izono, uyakuthethelelwa.


UJesu wathi kubo: “Ngenxa yokungakholwa kwenu; futhi iyosuka; njalo kakukho okungenzeki kini.


Ngabhekisa ubuso bami eNkosini uNkulunkulu ukuba ngifune ngomkhuleko nangokunxusa, ngokuzila ukudla, nangendwangu yamasaka, nangomlotha.


ngokukhuleka konke nokunxusa nikhuleka ngezikhathi zonke ngoMoya, nikulinde ngokubekezela okukhulu nokunxusela abangcwele bonke;


Ngalokhu ngayincenga kathathu iNkosi ukuthi isuke kimi.


Ekukhandlekeni nasezinhlungwini, nasekulindeni kaningi, endlaleni nasekomeni, nasekuzileni ukudla kaningi, emakhazeni nasekuhambeni-ze.


Khona uyahamba uzithathele abanye omoya abayisikhombisa ababi kakhulu kunawo; bangene bahlale khona; isimo sokugcina salowo muntu sibe sibi kunesokuqala.


Kepha ngiyawutuba umzimba wami, ngiwenza isigqila, funa kuthi, nxa sengishumayele kwabanye, mina ngokwami ngilahlwe.


Sebebamisele abadala ebandleni ngebandla, bakhuleka nokuzila ukudla, babanikela eNkosini abakholwa yiyo.


Khona uyahamba uthabathe kanye nabanye omoya abayisikhombisa ababi kunaye, bangene bahlale khona; Kuyakuba njalo nakulesi sizukulwane esibi.


Emivimbo, etilongweni, esiphithiphithini, ekukhandlekeni, nasekulindeni, nasekuzila ukudla;


Nokho lolu hlobo aluphumi kuphela ngokukhuleka nokuzila ukudla.


Esengene endlini, abafundi bakhe bambuza bebodwa, bathi: “Thina besingemkhiphe ngani na?


Basuka lapho, badabula iGalile; futhi wayengafuni ukuthi umuntu akwazi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite