Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 9:22 - Contemporary Zulu Bible 2024

22 Umphose kaningi emlilweni nasemanzini ukuba umbhubhise; kepha uma unamandla okwenza utho, sihawukele, usisize.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Uyiphonsile kaningi emlilweni nasemanzini ukuba ayibhubhise; kodwa uma unamandla okwenza utho, sihawukele, usisize.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

22 Lo moya usuyiphonse kaningi emlilweni nasemanzini ukuba uyibhubhise, kodwa uma unamandla okwenza okuthile, sihawukele, usisize.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

22 Umphose kaningi emlilweni nasemanzini ukuba umbhubhise; kepha uma unamandla okwenza utho, sihawukele, usisize.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 9:22
12 Referans Kwoze  

Yathi iNkosi imbona, yamhawukela, yathi kuye: “Ungakhali.


Kodwa uJesu kamvumelanga, kodwa wathi kuye: Hamba uye ekhaya kwabakini, ubatshele ukuthi kungakanani iNkosi ekwenzele khona, lakuhawukela.


UJesu waba nesihe ngazo, wathinta amehlo azo; zase zibona masinyane, zamlandela.


Khona masinyane uJesu welula isandla, wambamba, wathi kuye: “Wena onokukholwa okuncane, ungabazeleni na?


Esengene endlini, izimpumputhe zeza kuye; uJesu wathi kuzo: “Niyakholwa ukuthi ngingakwenza lokhu na? Basebesithi kuye: Yebo, Nkosi.


Bheka, kwafika onochoko, wakhuleka kuye, wathi: “Nkosi, uma uthanda, ungangihlambulula.


Nkosi, hawukela indodana yami, ngokuba inosathane, ikhathazekile; ngokuba iwela kaningi emlilweni, kaningi emanzini.


Wabuza kuyise wathi: “Sekulesikhathi esinganani enze lokhu kuye? Wathi: Kusukela ebuntwaneni.


UJesu wathi kuye: “Uma ukholwa, zonke izinto zingenzeka kokholwayo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite