Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 9:21 - Contemporary Zulu Bible 2024

21 Wabuza kuyise wathi: “Sekulesikhathi esinganani enze lokhu kuye? Wathi: Kusukela ebuntwaneni.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Wayesebuza kuyise ukuthi isikhathi sesingakanani ifikelwe yilokhu na? Wathi: “Kwasebuntwaneni.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

21 UJesu wambuza uyise wathi: “Sekunesikhathi esingakanani kwenzeka kuyo lokhu na?” Wathi: “Kusukela isengumntwana.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

21 Wabuza kuyise wathi: “Sekulesikhathi esinganani enze lokhu kuye? Wathi: Kusukela ebuntwaneni.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 9:21
15 Referans Kwoze  

Wafumana khona umuntu othiwa ngu-Eneya, owayeselele iminyaka eyisishiyagalombili efe uhlangothi.


Kwakuhlezi indoda ethile eListra, ibuthakathaka ezinyaweni zayo, iyisigoga kwasesizalweni sikanina, engazange ihambe.


Ngokuba lowo muntu esenziwe kuye lesi sibonakaliso sokuphulukisa wayeneminyaka engaphezu kwamashumi amane.


Kwakuthwala indoda ethile eyayilunyonga kwasesiswini sikanina, ababeyibeka imihla ngemihla ngasesangweni lethempeli elithiwa Elihle, ukuba icele izipho kwabangena ethempelini;


Wathi edlula, wabona umuntu owayeyimpumputhe kwasekuzalweni kwakhe.


Nalo wesifazane oyindodakazi ka-Abrahama, uSathane ambophile, bheka, le minyaka eyishumi nesishiyagalombili bekungafanele yini akhululwe kulesi sibophelelo ngosuku lwesabatha na?


Owesifazana owayelomopho iminyaka elitshumi lambili, esechithe konke abephila ngakho ezinyangeni, engelakwelatshwa lamunye.


Owesifazane othile owayenomopho iminyaka eyishumi nambili.


Umuntu ozelwe ngowesifazane imihla yakhe mifushane, igcwele usizi.


Nokho umuntu uzalelwa ebunzimeni, njengoba izinhlansi zinyukela phezulu.


Bheka, ngabunjwa ebubini; futhi umama wangamukela esonweni.


Basebemletha kuye; kwathi embona, masinyane umoya wamdweba; yawa phansi, yagiqika ikhihliza amagwebu.


Umphose kaningi emlilweni nasemanzini ukuba umbhubhise; kepha uma unamandla okwenza utho, sihawukele, usisize.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite