Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 9:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 Wathi kubo: “Ngiqinisile ngithi kini: Bakhona abanye kwabemiyo lapha abangayikuzwa nokufa, baze bawubone umbuso kaNkulunkulu ufika ngamandla.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Wayesethi kubo: “Ngiqinisile ngithi kini: Bakhona abanye kwabemi lapha abangayikuzwa ngempela ukufa, baze babone umbuso kaNkulunkulu ufikile ngamandla.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

1 Wayesethi kubo: “Ngiqinisile ngithi kini: kukhona abanye kulaba abemi lapha abangayukufa, baze bawubone umbuso kaNkulunkulu ufika ngamandla.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

1 Wathi kubo: “Ngiqinisile ngithi kini: Bakhona abanye kwabemiyo lapha abangayikuzwa nokufa, baze bawubone umbuso kaNkulunkulu ufika ngamandla.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 9:1
13 Referans Kwoze  

Kodwa ngiqinisile ngithi kini: Bakhona abanye kwabemiyo lapha, abangayikukuzwa ukufa, baze babone umbuso kaNkulunkulu.


Kepha siyambona owenziwe waba mncinyane isikhashana kunezingelosi, uJesu ethweswe umqhele wenkazimulo nodumo ngenxa yokuhlupheka kokufa; ukuze ngomusa kaNkulunkulu ezwe ukufa ngenxa yawo wonke umuntu.


ukuze nidle, niphuze etafuleni lami embusweni wami, nihlale ezihlalweni zobukhosi, nahlulele izizwe eziyishumi nambili zakwa-Israyeli.


Ngiqinisile ngithi kini: Lesi sizukulwane asiyikudlula, zingakenzeki lezi zinto.


Nxa iNdodana yomuntu iza ngenkazimulo yayo nezingelosi zonke ezingcwele kanye nayo, khona izakuhlala esihlalweni sayo sobukhosi.


Ngokuba ngithi kini: Angisayikuphuza okwesithelo somvini, uze ufike umbuso kaNkulunkulu.


Kwambulelwa kuye ngoMoya oNgcwele, ukuthi akayikubona ukufa, engakamboni uKristu weNkosi.


Khona-ke bayakubona iNdodana yomuntu iza emafwini inamandla amakhulu nenkazimulo.


Khona kuyakubonakala ezulwini isibonakaliso seNdodana yomuntu, khona-ke izizwe zonke zomhlaba ziyakuzila, futhi zibone iNdodana yomuntu iza ngamafu ezulu inamandla nenkazimulo enkulu.


Ngiqinisile ngithi kini: Bakhona abanye kwabemi lapha abangayikuzwa ngempela ukufa, baze bayibone iNdodana yomuntu iza embusweni wayo.”


Khona leli zwi laphumela kubazalwane ukuthi lowo mfundi akayikufa; kodwa ukuthi: Uba ngithanda ukuthi ahlale ngize ngifike, kuyini kuwe?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite