Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 8:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 Wayala isixuku ukuba sihlale phansi emhlabathini; wazithabatha izinkwa eziyisikhombisa, wabonga, wazihlephula, wanika abafundi bakhe, ukuba bababele; bazibeka phambi kwabantu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Wayala isixuku ukuba sihlale phansi; wazithabatha izinkwa eziyisikhombisa, wabonga, wazihlephula, wanika abafundi bakhe ukuba bababele; basabela isixuku.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 Wayeseyala isixuku ukuba sihlale phansi; wazithatha izinkwa eziyisikhombisa, wabonga, wazihlephula, wabanika abafundi bakhe ukuze basabele; basabela-ke isixuku.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

6 Wayala isixuku ukuba sihlale phansi emhlabathini; wazithabatha izinkwa eziyisikhombisa, wabonga, wazihlephula, wanika abafundi bakhe, ukuba bababele; bazibeka phambi kwabantu.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 8:6
18 Referans Kwoze  

Nanoma yini eniyenzayo, ngezwi noma ngomsebenzi, kwenzeni konke egameni leNkosi uJesu, nimbonge uNkulunkulu uYise ngayo.


Ohlonipha usuku ulugcina eNkosini; futhi lowo ongalunanzi usuku, eNkosini. Odlayo udla eNkosini, ngokuba ubonga uNkulunkulu; nongadliyo akadli ngenxa yeNkosi, futhi ubonga uNkulunkulu.


(Kepha kwafika eminye imikhumbi evela eTiberiya eduze nendawo lapho ababedle khona isinkwa, ngemva kokuba iNkosi ibongile.)


Unina wathi ezincekwini: Konke alisho kini, kwenzeni.


Kwasekusithi ehlezi labo ekudleni, wathatha isinkwa, wasibusisa, wasihlephula, wabanika.


Zibusisiwe lezozinceku, okuyakuthi inkosi, nxa ifika, izifumane zilindile;


Kwathi besadla, uJesu wathatha isinkwa, wasibusisa, wasihlephula, wanika abafundi, wathi: Thathani, lidle; lokhu kungumzimba wami.


Ngokushesha nje lapho ningena emzini, niyomthola masinyane ngaphambi kokuba akhuphukele endaweni ephakeme ukuze adle; ngoba abantu abayikudla aze afike, ngoba ubusisa umhlatshelo; ngasemuva badla abamenyiweyo. Sukuma manje; ngoba ngalesisikhathi lizamthola.


Wababuza wathi: Zingaki izinkwa eninazo? Basebesithi: Ziyisikhombisa.


Babanezinhlanzana eziyingcosana; wabusisa, wathi mazibekwe phambi kwabo nazo.


Lapho abayisikhombisa kwabayizinkulungwane ezine, nabutha iziqabetho ezingaki ezigcwele imvuthuluka na? Basebesithi: Ziyisikhombisa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite