Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 7:33 - Contemporary Zulu Bible 2024

33 Wamsusa esixukwini, wafaka iminwe yakhe ezindlebeni zakhe, wafela amathe, wathinta ulimi lwakhe;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

33 Wagudluka naso esixukwini bebodwa, wafaka iminwe yakhe ezindlebeni zaso, wafela amathe, waphatha ulimi lwaso,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

33 UJesu wagudluka naso esixukwini, baba bodwa, wayesefaka iminwe yakhe ezindlebeni zaso, wafela amathe, wathinta ulimi lwaso,

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

33 Wamsusa esixukwini, wafaka iminwe yakhe ezindlebeni zakhe, wafela amathe, wathinta ulimi lwakhe;

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 7:33
8 Referans Kwoze  

Wayibamba ngesandla impumputhe, wayiyisa ngaphandle komuzi; wafela amathe emehlweni ayo, wabeka izandla zakhe phezu kwayo, wayibuza ukuthi ibona utho yini.


Basebemhleka usulu. Kepha esebakhiphe bonke, wathatha uyise womntwana nonina nababe naye, wangena lapho bekulele khona intombazana.


UJehova wayeseselula isandla sakhe, wathinta umlomo wami. Wayesethi uJehova kimi: “Bheka, ngibekile amazwi ami emlonyeni wakho.


Base bemkhafulela ngamathe ebusweni, bamshaya; abanye bamshaya ngezintende zezandla.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite