Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 7:18 - Contemporary Zulu Bible 2024

18 Wathi kubo: Kanjalo nani aniqondi na? Anazi yini ukuthi konke okungaphandle okungena kumuntu akunakumngcolisa;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Wayesethi kubo: “Kanti nani ningabangaqondiyo na? Aniqondi yini ukuthi konke okungaphandle okungena kumuntu kungemngcolise na?

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

18 Wayesethi kubo: “Kanti nani aninakuqonda na? Aniqondi yini ukuthi konke okungaphandle uma kungena kumuntu akunakumngcolisa na?

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

18 Wathi kubo: Kanjalo nani aniqondi na? Anazi yini ukuthi konke okungaphandle okungena kumuntu akunakumngcolisa;

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 7:18
12 Referans Kwoze  

Sinokuningi esingakusho ngaye, okunzima ukukukhulumela, lokhu nina niba buthuntu ekuzweni.


Wayesethi kubo: “O nina ziwula enilibele enhliziyweni ukukholwa yikho konke abakushilo abaprofethi!


Aniqondi kanjani ukuthi angikhulumanga kini ngesinkwa ukuthi nixwaye imvubelo yabaFarisi nabaSadusi na?


Nganipha ngobisi, hhayi ngokudla okudliwayo, ngokuba beningakakwazi ukukuthwala, namanje anikwazi.


UJesu waphendula, wathi kuye: “Wena ungumfundisi ka-Israyeli, awuzazi lezi zinto na?


Wasesithi kubo: Kaliwazi yini lumfanekiso? Pho niyakuyazi kanjani imifanekiso yonke na?


Akusikhona okungena emlonyeni okungcolisa umuntu; kodwa okuphuma emlonyeni, yikho okumngcolisayo umuntu.


Kwathi esengene endlini evela exukwini, abafundi bakhe bambuza ngomfanekiso.


Ngokuba akungeni enhliziyweni yakhe, kodwa kungena esiswini, kuphumele obala, ehlambulula konke ukudla na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite