Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 6:56 - Contemporary Zulu Bible 2024

56 Nomaphi lapho engena khona emizaneni, nasemizini, noma emaphandleni, babeka abagulayo emigwaqweni, bamncenga ukuba bathinte noma umphetho wengubo yakhe kuphela;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

56 Kwathi nomaphi lapho engena khona, emizaneni, nasemizini, nasemaphandleni, babeka abagulayo ezigcawini, bamncenga ukuba bathinte noma umphetho wengubo yakhe kuphela; bonke abamthinta basindiswa.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

56 Kwathi noma kuphi lapho engena khona, emizaneni, emizini, nasemakhaya, babeke abagulayo ezigcawini, bamncenge ukuba bathinte noma umphetho wengubo yakhe kuphela; bonke abamthintayo baphiliswa.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

56 Nomaphi lapho engena khona emizaneni, nasemizini, noma emaphandleni, babeka abagulayo emigwaqweni, bamncenga ukuba bathinte noma umphetho wengubo yakhe kuphela;

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 6:56
15 Referans Kwoze  

Bheka, kwafika emva kwakhe owesifazane owayenomopho iminyaka eyishumi nambili, wathinta umphetho wengubo yakhe;


Isixuku sonke safuna ukumthinta, ngokuba kwaphuma amandla kuye, abaphulukisa bonke.


Ngokuba wayephulukise abaningi; baze bamcindezela ukuba bamthinte bonke ababenezifo.


Baze bakhiphela phandle abagulayo emigwaqweni, bababeka emibhedeni nasezinhlakeni, ukuze kuthi lapho uPetru edlula, sisibekele abanye kubo isithunzi.


Ayikho insindiso ngomunye, ngokuba alikho elinye igama phansi kwezulu elinikiwe ebantwini, esimelwe ukusindiswa ngalo.


Uma thina lamuhla sihlolisiswa ngomsebenzi omuhle owenziwe kumuntu ongelamandla, ukuthi usindiswa ngani;


UJesu waphendula wathi: “Musani; Wathinta indlebe yakhe, wamphulukisa.


Weza emva kwakhe, wathinta umphetho wengubo yakhe; kwanqamuka masinyane ukopha kwakhe.


Kwathi bengcwaba umuntu, bheka, babona iviyo; bamphonsa ethuneni lika-Elisa.


Kumelwe uzenzele izinsephe emagumbini omane engubo yakho ozomboza ngayo.


UJehova wakhuluma kuMose, wathi:


Bamncenga ukuthi bathinte nje umphetho wengubo yakhe;


Base begijima kuso sonke leso sifunda, baqala ukuthwala abagulayo ngemibhede, babayisa lapho ababemuzwa ukuthi ukhona.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite