Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 6:39 - Contemporary Zulu Bible 2024

39 Wabalaya ukuthi bonke bahlale phansi ngezigaba etshanini obuluhlaza.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

39 Wabayala ukuba bonke bahlale phansi etshanini obuluhlaza izigaba ngezigaba.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

39 Wabayala ukuba bonke bahlale phansi otshanini obuluhlaza, izigaba ngezigaba.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

39 Wabalaya ukuthi bonke bahlale phansi ngezigaba etshanini obuluhlaza.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 6:39
9 Referans Kwoze  

Konke kakwenziwe ngemfanelo langokulandelana.


Ngokuba uNkulunkulu akasiye owesiphithiphithi, kodwa ngowokuthula, njengakuwo wonke amabandla abangcwele.


Waselaya amaxuku ukuthi ahlale phansi emhlabathini.


nokudla kwetafula lakhe, nokuhlala kwezinceku zakhe, nenkonzo yezinceku zakhe, nezingubo zazo, nabaphathizitsha bakhe, nezintaba zakhe akhuphukela ngakho endlini kaJehova; kwakungasekho umoya kuye.


Wathi kubo: Zingaki izinkwa eninazo? hambani nibone. Sebekwazi bathi: Ziyisihlanu, nezinhlanzi ezimbili.


Base behlala phansi amaviyo amaviyo, ngamakhulu nangamashumi ayisihlanu.


Ngokuba kwakungamadoda angathi izinkulungwane eziyisihlanu. Wasesithi kubafundi bakhe: Bahlaliseni phansi ngamaviyo ngamatshumi amahlanu.


UJesu wathi: “Bahlaliseni abantu phansi. Kwakukhona utshani obuningi kuleyo ndawo. Ahlala-ke amadoda, umumo wawo kungathi izinkulungwane eziyisihlanu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite