Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 6:32 - Contemporary Zulu Bible 2024

32 Basuka ngomkhumbi baya endaweni eyihlane bebodwa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 Base bemuka ngomkhumbi, baya endaweni eyihlane bebodwa.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

32 Base behamba ngomkhumbi, baya ngasese, endaweni eyihlane.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

32 Basuka ngomkhumbi baya endaweni eyihlane bebodwa.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 6:32
10 Referans Kwoze  

Wayesecindezela masinyane abafundi bakhe ukuba bangene emkhunjini, bamandulele ukuya ngaphesheya eBetsayida, yena esamukisa isixuku.


Sebemukisile isixuku, bamthatha esemkhunjini. Kwakukhona neminye imikhumbi emincane kanye naye.


Wasekhuluma kubafundi bakhe ukuthi umkhunjana umlinde ngenxa yexuku, hlezi bammpitshe.


Isixuku sababona bemuka, abaningi bamazi, bagijimela khona ngezinyawo, bephuma kuyo yonke imizi, babandulela, babuthana kuye.


Wayesekhuphukela kubo emkhunjini; umoya wanqamuka; bamangala kakhulu phakathi kwabo ngokungenakulinganiswa, bamangala.


Emva kwalokho uJesu wamuka waya phesheya kolwandle lwaseGalile olungolwaseTiberiya.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite