Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 6:14 - Contemporary Zulu Bible 2024

14 Inkosi uHerode yasizwa ngaye; (ngokuba igama lakhe laduma) wathi: “UJohane uMbhapathizi uvukile kwabafileyo, ngakho-ke imisebenzi yamandla iyabonakala kuye.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Yayisikuzwa inkosi uHerode, ngokuba lalidumile igama lakhe. Kwathiwa uJohane uMbhapathizi uvukile kwabafileyo; kungalokho lawa mandla asebenza kuye.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

14 INkosi uHerode yezwa ngalokhu, ngokuba igama likaJesu lase lidumile. Kwakuthiwa uJohane uMbhabhadisi uvukile kwabafileyo, yingakho enza izimangaliso ezingaka kuye.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

14 Inkosi uHerode yasizwa ngaye; (ngokuba igama lakhe laduma) wathi: “UJohane uMbhapathizi uvukile kwabafileyo, ngakho-ke imisebenzi yamandla iyabonakala kuye.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 6:14
16 Referans Kwoze  

Ngokuba izwi leNkosi lazwakala livela kini, kungesikho eMakedoniya nase-Akhaya kuphela, kepha nasezindaweni zonke ukukholwa kwenu kuNkulunkulu kwanda; ukuze singadingi ukukhuluma utho.


Ngalolo suku kwafika abaFarisi abathile, bathi kuye: “Phuma, umuke lapha, ngokuba uHerode ufuna ukukubulala.


Kwathi ngomnyaka weshumi nanhlanu wokubusa kukaTiberiyu Kesari, uPontiyu Pilatu engumbusi waseJudiya, noHerode engumbusi wesifunda saseGalile, noFiliphu umfowabo engumbusi wesifunda sase-Itureya nasesifundeni saseTrakoniti, noLisaniya engumtetrarki wase-Abilene,


Basebephendula bathi: UJohane uMbhabhathizi; labanye bathi: Ngomunye wabaprofethi.


Kepha yena waphuma, waqala ukumemezela kakhulu nokuyidalula leyondaba, kwaze kwaba yilapho uJesu engasenakukwazi ukungena emzini obala, kodwa waba ngaphandle ezindaweni eziyihlane;


Udumo lwakhe lwanda masinyane kuso sonke isifunda saseGalile.


Kodwa sezihambile zalusakaza udumo lwakhe kulo lonke lelo zwe.


Wenza imishini eJerusalema, yaklanywa ngobuqili, ukuba ibe phezu kwemibhoshongo naphezu kwemibhoshongo, yokucibishela ngayo imicibisholo namatshe amakhulu. Igama lakhe laphumela kude; ngoba wasizwa ngokumangalisayo waze waba namandla.


Abantwana bakwa-Amoni bamnika u-Uziya izipho; igama lakhe laphumela ekungeneni kwaseGibithe; ngoba waziqinisa kakhulu.


Basebephendula bathi: UJohane uMbhabhathizi; kodwa abanye bathi: UEliya; labanye bathi: Kuvukile omunye wabaprofethi abadala.


UNkulunkulu laye efakaza ngabo ngezibonakaliso, lezimanga, langezimangaliso ezitshiyeneyo, lezipho zikaMoya oNgcwele, njengokwentando yakhe?


Leli zindaba ngaye laphumela kulo lonke iJudiya nakulo lonke izwe langakhona.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite