Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 5:39 - Contemporary Zulu Bible 2024

39 Esengenile wathi kubo: “Kungani niphithizela nikhale na? Intombazana ayifile, kodwa ilele.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

39 Wangena, wathi kubo: “Niyaluzelani, nikhalelani na? Umntwana akafile, kodwa ulele.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

39 Esengenile wathi kubo: “Niyaluzelani, futhi nikhalelani na? Umntwana akafile, kodwa ulele.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

39 Esengenile wathi kubo: “Kungani niphithizela nikhale na? Intombazana ayifile, kodwa ilele.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 5:39
9 Referans Kwoze  

UPawulu wehla, waziphonsa phezu kwayo, wayigona, wathi: “Ningazihluphi; ngokuba ukuphila kwakhe ukuye.


owasifelayo, ukuze kuthi, loba siphaphama kumbe silele, siphile kanye laye.


Ngenxa yalokhu baningi phakathi kwenu ababuthakathaka nabagulayo, nabaningi balele.


Abaningi kwabalele othulini lomhlaba bayakuvuka, abanye bavukele ukuphila okuphakade, abanye ehlazweni nasekudelweni okuphakade.


Wathi kubo: Sukani, ngokuba intombazana ayifile, kodwa ilele. Bamhleka usulu.


Wafika endlini yomphathi wesinagoge, wabona isiyaluyalu nabakhala nabalila kakhulu.


Basebemhleka usulu. Kepha esebakhiphe bonke, wathatha uyise womntwana nonina nababe naye, wangena lapho bekulele khona intombazana.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite