Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 5:37 - Contemporary Zulu Bible 2024

37 Akavumelanga muntu ukuba amlandele, kuphela uPetru, noJakobe, noJohane umfowabo kaJakobe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

37 Akavumelanga muntu amlandele, kuphela oPetru, noJakobe, noJohane umfowabo kaJakobe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

37 Akavumelanga muntu ukuba amlandele ngaphandle kukaPhethro, uJakobe, noJohane, umfowabo kaJakobe.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

37 Akavumelanga muntu ukuba amlandele, kuphela uPetru, noJakobe, noJohane umfowabo kaJakobe.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 5:37
7 Referans Kwoze  

Kepha uPetru wabakhiphela phandle bonke, waguqa, wakhuleka; waphendukela esidunjini, wathi: Thabitha, vuka. Yasivula amehlo ayo, yathi ibona uPetro yavuka yavuka.


Wathatha oPetru noJakobe noJohane, waqala ukumangala nokukhathazeka kakhulu;


Sekungokwesithathu ngiza kini. Ngomlomo wawofakazi ababili noma abathathu wonke amazwi ayakuqiniswa.


Emva kwezinsuku eziyisithupha uJesu wathatha oPetru, noJakobe, noJohane, wakhuphukela nabo entabeni ende bebodwa; waguqulwa isimo phambi kwabo.


Esengenile endlini, kavumelanga muntu ukuthi angene, ngaphandle kukaPetro, loJakobe, loJohane, loyise wentombazana, lonina.


Emva kwezinsuku eziyisithupha uJesu wathatha oPetru, noJakobe, noJohane umfowabo, wakhuphukela nabo entabeni ende bebodwa.


Wathatha uPetru namadodana amabili kaZebedewu, waqala ukuba nomunyu nosizi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite