Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 5:27 - Contemporary Zulu Bible 2024

27 Kwathi esezwile ngoJesu, weza esixukwini ngemva, wathinta isembatho sakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 esezwile ngoJesu, weza esixukwini ngasemuva, wathinta ingubo yakhe,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

27 Esezwile ngoJesu, waya esixukwini ngasemuva, wathinta ingubo kaJesu,

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

27 Kwathi esezwile ngoJesu, weza esixukwini ngemva, wathinta isembatho sakhe.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 5:27
7 Referans Kwoze  

Kwaze kwathathwa amaduku nezigqoko emzimbeni wakhe kwabagulayo, izifo zasuka kubo, namademoni aphuma kubo.


Bamncenga ukuthi bathinte nje umphetho wengubo yakhe;


Baze bakhiphela phandle abagulayo emigwaqweni, bababeka emibhedeni nasezinhlakeni, ukuze kuthi lapho uPetru edlula, sisibekele abanye kubo isithunzi.


Nomaphi lapho engena khona emizaneni, nasemizini, noma emaphandleni, babeka abagulayo emigwaqweni, bamncenga ukuba bathinte noma umphetho wengubo yakhe kuphela;


Kwathi bengcwaba umuntu, bheka, babona iviyo; bamphonsa ethuneni lika-Elisa.


Esehlupheke ngokunengi kubelaphi abanengi, esechithe konke ayelakho, njalo engasizakalanga, kodwa kwaba kubi kakhulu;


Ngoba wathi: Uba ngingathinta nje izembatho zakhe, ngizasinda.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite