Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 5:17 - Contemporary Zulu Bible 2024

17 Base beqala ukumncenga ukuba amuke emikhawulweni yabo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Base beqala ukumncenga ukuba amuke ezweni lakubo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

17 Base beqala ukumnxenxa ukuba aphume aphele ezweni lakubo.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

17 Base beqala ukumncenga ukuba amuke emikhawulweni yabo.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 5:17
10 Referans Kwoze  

Bheka, umuzi wonke waphuma ukumhlangabeza uJesu; bathi bembona, bamncenga ukuba amuke emikhawulweni yabo.


Esithi: Ake siyeke; Sinamsebenzi muni nawe Jesu waseNazaretha? Uze ukusibhubhisa na? Ngiyakwazi ukuthi ungubani, ungoNgcwele kaNkulunkulu.


Beza babancenga, babakhipha, babacela ukuba baphume emzini.


Isixuku sonke sesifunda samaGadara samncenga ukuba amuke kubo; ngoba babebanjwe ngukwesaba okukhulu; wasekhwela emkhunjini, wabuya.


USimoni Petru ekubona, wawa phansi emadolweni kaJesu, wathi: “Suka kimi; ngoba ngingumuntu oyisoni, Nkosi.


Wamemeza ngezwi elikhulu, wathi: “Nginamsebenzi muni nawe Jesu, Ndodana kaNkulunkulu oPhezukonke? Ngikufungisa uNkulunkulu ukuthi ungangihluphi.


U-Abimeleki wayesethi ku-Isaka: “Suka kithi; ngoba wena ulamandla kakhulu kulathi.


Wathi ku-Eliya: “Nginamsebenzi muni nawe muntu kaNkulunkulu na? uyeza kimi ukuze ukhumbule isono sami futhi ubulale indodana yami?


Kungani kufanele sife manje? ngoba lomlilo omkhulu uzasiqeda; uma sisalizwa izwi likaJehova uNkulunkulu wethu, siyakufa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite