Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 4:40 - Contemporary Zulu Bible 2024

40 Wathi kubo: “Nesabani kangaka na? Kanjani ukuba ningabi nalukholo?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

40 Wathi kubo: “Yini ukuba nesabe kangaka na? Yini ukuba ningabi nakukholwa na?”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

40 Wayesethi kubo: “Yini nibe ngamagwala na? Anikabi nakukholwa namanje na?”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

40 Wathi kubo: “Nesabani kangaka na? Kanjani ukuba ningabi nalukholo?

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 4:40
10 Referans Kwoze  

Wathi kubo: “Kuphi ukukholwa kwenu na? Besaba bamangala, bathi omunye komunye: “Umuntu onjani lo? ngoba uyala ngisho imimoya namanzi, futhi kuyamlalela.


Wathi kubo: “Nesabelani nina bokukholwa okuncane na? Wasevuka, wayikhuza imimoya nolwandle; kwaba khona ukuthula okukhulu.


Khona masinyane uJesu welula isandla, wambamba, wathi kuye: “Wena onokukholwa okuncane, ungabazeleni na?


Ekwazi uJesu wathi kubo: “O nina eninokukholwa okuncane, nikhulumelani phakathi kwenu ngokuthi ningaphathanga izinkwa na?


Uma udabula emanzini, mina nginawe; nasemifuleni, ayiyikukukhukhula; uma udabula emlilweni, awuyikusha; nelangabi aliyikukuvutha.


Ngakho-ke, uma uNkulunkulu embesa kanjalo utshani basendle obukhona namuhla, futhi kusasa buphonswe eziko, akayikunembathisa kakhulu nina eninokukholwa okuncane na?


Umhlanga owaphukileyo ngeke awuphule nefilakisi elithunqayo ngeke alicime;


Basesaba ngokwesaba okukhulu, bathi omunye komunye: “Ubani lo, ukuthi nomoya nolwandle kumlalele?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite