Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 4:32 - Contemporary Zulu Bible 2024

32 Kepha nxa selihlwanyelwe, liyakhula, libe likhulu kunemibhida yonke, kwenze amagatsha amakhulu; ukuze izinyoni zezulu zihlale emthunzini wawo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 kodwa nxa isihlwanyelwe imila ibe nkulu kunazo zonke izilimo, ixhante amagatsha amakhulu, ukuze izinyoni zezulu zakhele emthunzini wawo.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

32 kodwa kuthi lapho isihlwanyelwe, ikhule ibe nkulu kunakho konke okumilayo, ibe namagatsha amakhulu; izinyoni zezulu zakhe izidleke emthunzini wayo.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

32 Kepha nxa selihlwanyelwe, liyakhula, libe likhulu kunemibhida yonke, kwenze amagatsha amakhulu; ukuze izinyoni zezulu zihlale emthunzini wawo.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 4:32
15 Referans Kwoze  

Ohlala endaweni yokucasha yoPhezukonke uyakuhlala emthunzini kaSomandla.


Umoya wamakhala ethu, ogcotshiweyo kaJehova, wabanjwa emithonjeni yabo, esasho ngaye ukuthi: ‘Emthunzini wakhe siyakuhlala phakathi kwezizwe.


Umuntu uyakuba njengendawo yokukhosela emoyeni nesivikelo esivunguvungwini; njengemifula yamanzi endaweni eyomileyo, njengomthunzi wedwala ezweni eliyethileyo.


Aziyikulimaza, zingachithi yonke intaba yami engcwele, ngokuba umhlaba uyakugcwala ukumazi uJehova njengamanzi asibekela ulwandle.


Njengomapula phakathi kwemithi yehlathi, unjalo othandiweyo wami phakathi kwamadodana. Ngahlala phansi emthunzini wawo ngokujabula okukhulu, nesithelo sawo sasimnandi emlonyeni wami.


Kodwa indlela yabalungileyo injengokukhanya okukhazimulayo okuqhubeka kukhanya njalo kuze kube semini enkulu.


Izinyoni zezulu ziyakuhlala kuzo, zihlabelele phakathi kwamagatsha.


Entabeni ephakemeyo yakwa-Israyeli ngiyolitshala, lithele, lithele, libe ngumsedari omuhle; futhi ngaphansi kwawo kuyakuhlala zonke izinyoni zamaphiko onke; emthunzini wakhe bayohlala.


yona incinyane kuzo zonke izimbewu, kepha nxa isikhulile, inkulu kunazo zonke phakathi kwemifino, ibe yisihlahla, kuze kufike izinyoni zezulu, zihlale emagatsheni awo.


Kunjengohlamvu lwesinaphi, okuthi, nxa luhlwanyelwa emhlabathini, lube luncane kuzo zonke izimbewu ezisemhlabeni;


Walikhuluma izwi kubo ngemifanekiso eminingi enjalo, njengokuzwa kwabo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite