Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 4:27 - Contemporary Zulu Bible 2024

27 Alale, avuke ubusuku nemini, imbewu ihlume, ikhule, yena engazi ukuthi kanjani.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 alale, avuke ubusuku nemini, imibewu imile, ikhule, engazi ukuthi kanjani.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

27 alale, avuke ubusuku nemini; imile imbewu, ikhule, kodwa engazi ukuthi lokho kwenzeka kanjani.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

27 Alale, avuke ubusuku nemini, imbewu ihlume, ikhule, yena engazi ukuthi kanjani.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 4:27
8 Referans Kwoze  

Njengoba nje ungayazi indlela yomoya nokuthi akhula kanjani amathambo esibelethweni sokhulelweyo, kanjalo awuyazi imisebenzi kaNkulunkulu owenza zonke izinto.


Simelwe ukubonga uNkulunkulu njalo ngani, bazalwane, ngokufaneleyo, ngokuba ukholo lwenu lukhula kakhulu, nothando lwenu nonke ngabanye luyevama;


Ngabona wonke umsebenzi kaNkulunkulu, ukuthi umsebenzi owenziwa phansi kwelanga akanakukwazi; yebo ngokuqhubekayo; noma ohlakaniphileyo ethi uyakwazi, nokho angeke akuthole.


Kepha khulani emseni nasekwazini iNkosi noMsindisi wethu uJesu Kristu. Inkazimulo mayibe kuye manje kuze kube phakade. Amen.


Wathi: “Umbuso kaNkulunkulu unjengoba umuntu ephonsa inhlanyelo emhlabathini;


Ngokuba umhlabathi uthela isithelo ngokwawo; kuqala ikhaba, kulandele isikhwebu, bese kuba amabele agcwele esikhwebu;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite