Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 3:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 Base bephuma abaFarisi, bahle bacebisana nabakaHerode ukuthi bangambulala kanjani.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 AbaFarisi base bephuma masinyane bacebisana ngaye nabakaHerode ukuthi bangambhubhisa kanjani.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 AbaFarisi baphuma ngokushesha bayohlanganisa amakhanda ngaye nabakaHerodi ukuthi bangambhubhisa kanjani.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

6 Base bephuma abaFarisi, bahle bacebisana nabakaHerode ukuthi bangambulala kanjani.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 3:6
10 Referans Kwoze  

Bathumela kuye abanye babaFarisi nabakaHerode, ukuze bambambe ngamazwi akhe.


Bathuma kuye abafundi babo kanye nabakaHerode, bathi: “Mfundisi, siyazi ukuthi uqinisile, ufundisa indlela kaNkulunkulu ngeqiniso, awukhathali ngamuntu, ngokuba awubheki ubuso babantu.


Base bephuma abaFarisi, benza icebo ngaye lokuba bambhubhise.


Wasebalaya wathi: Qaphelani, lixwaye imvubelo yabaFarisi lemvubelo kaHerodi.


Khona kusukela ngalolo suku benza icebo lokuba bambulale.


Base begcwala ukuhlanya; basebekhulumisana bodwa ukuthi bangamenzani uJesu.


Abapristi abakhulu nababhali bafuna ukuthi bangambulala kanjani; ngoba babesaba abantu.


owasho ngomlomo kaDavide inceku yakho ukuthi: ‘Kungani abezizwe baxokozele, nabantu bacabange okuyize, na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite