Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 3:18 - Contemporary Zulu Bible 2024

18 noAndreya, noFiliphu, noBartolomewu, noMathewu, noTomase, noJakobe ka-Alfewu, noThadewu, noSimoni umKhanani,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 no-Andreya, noFiliphu, noBartolomewu, noMathewu, noTomase, noJakobe ka-Alfewu, noThadewu, noSimoni umKhanani,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

18 u-Andreya, uFiliphu, uBhartholomewu, uMathewu, uThomase, uJakobe ka-Alifiyose, uThadewu, uSimoni uMkhanani,

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

18 noAndreya, noFiliphu, noBartolomewu, noMathewu, noTomase, noJakobe ka-Alfewu, noThadewu, noSimoni umKhanani,

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 3:18
27 Referans Kwoze  

Sebengenile bakhuphukela ekamelweni eliphezulu, lapho kwakuhlala khona oPetru, noJakobe, noJohane, no-Andreya, noFiliphu, noTomase, noBartolomewu, noMathewu, noJakobe ka-Alfewu, noSimoni Zelote, uJuda umfowabo kaJakobe.


Esadlula, wabona uLevi ka-Alfewu ehlezi endaweni yokuthela, wathi kuye: “Ngilandele. Wasukuma wamlandela.


UJakobe, inceku kaNkulunkulu neyeNkosi uJesu Kristu, kubo izizwe eziyishumi nambili ezihlakazekile, ngiyabingelela.


Esadlula lapho uJesu wabona indoda, igama layo linguMathewu, ihlezi endaweni yokuthela, wathi kuyo: “Ngilandele. Wasuka-ke, wamlandela.


UJuda, inceku kaJesu Kristu, nomfowabo kaJakobe, kubo abangcwelisiwe nguNkulunkulu uBaba, nabalondolozwe kuJesu Kristu, nababiziweyo:


Kwathi oJakobe, noKhefase, noJohane, ababebonakala beyizinsika, bebona umusa engiwuphiweyo, banika mina noBarnaba isandla sokunene sokuhlangana; ukuze siye kwabezizwe, bona baye kwabasokile.


Kodwa kangibonanga omunye wabaphostoli, kuphela uJakobe umfowabo weNkosi.


Emva kwalokho wabonwa nguJakobe; kwasekusithi kubo bonke abaphostoli.


Asinagunya lokuhamba nodadewenu, umkakho, nabanye abaphostoli, nabafowabo beNkosi, noKhefase?


Ngangomuso uPawulu wangena nathi kuJakobe; labadala bonke babekhona.


Sebethulile, uJakobe waphendula wathi: Madoda, bazalwane, ngizweni.


Kwakundawonye oSimoni Petru, noTomase othiwa uDidimu, noNathanayeli waseKhana laseGalile, namadodana kaZebedewu, nabanye ababili kubafundi bakhe.


UJudasi ongesiye u-Iskariyothe wathi kuye: “Nkosi, kuza kanjani ukuba uzibonakalise kithi, ungazibonakalisi ezweni na?


Khona uTomase, othiwa uDidimu, kubafundi abakanye naye: Asihambe nathi, ukuze sife kanye naye.


Omunye wababili abezwa uJohane ekhuluma bamlandela wayengu-Andreya umfowabo kaSimoni Petru.


Lo akasiye umbazi, indodana kaMariya, nomfowabo kaJakobe, noJose, noJuda, noSimoni? Nodadewabo abakho yini lapha kithi na? Base bekhubeka kuye.


Lo akasiyo yini indodana yombazi na? Unina akabizwa ngokuthi uMariya na? nabafowabo oJakobe, noJose, noSimoni, noJuda?


noJakobe kaZebedewu, noJohane umfowabo kaJakobe; wabaqamba ngokuthi uBowanerges, okungukuthi, amadodana okuduma;


NoJuda Iskariyothe owamkhaphelayo, bangena endlini.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite