Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 2:24 - Contemporary Zulu Bible 2024

24 AbaFarisi bathi kuye: “Bheka, benzani ngesabatha okungavunyelwe na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 Base bethi kuye abaFarisi: “Bheka, bakwenzelani ngesabatha okungavunyelwe na?”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

24 AbaFarisi bathi kuye: “Kungani abafundi bakho benze okungavumelekile ngesabatha na?”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

24 AbaFarisi bathi kuye: “Bheka, benzani ngesabatha okungavunyelwe na?

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 2:24
18 Referans Kwoze  

Kodwa usuku lwesikhombisa luyisabatha leNkosi uNkulunkulu wakho; awuyikusebenza msebenzi ngalo, wena nendodana yakho noma indodakazi yakho, nenceku yakho, nencekukazi yakho, nezinkomo zakho, nomfokazi wakho okuwe. Amasango:


Ngokuba bhekani yena owakhuthazela ephikwa kangaka yizoni, ukuze ningakhathali, niphele amandla engqondweni yenu.


Kepha abaFarisi sebekubona bathi kuye: “Bheka, abafundi bakho benza okungavunyelwe ukwenziwa ngesabatha.


Kwathi ababhali labaFarisi bembona esidla labathelisi lezoni, bathi kubafundi bakhe: Kungani esidla lokusela labathelisi lezoni?


“Lo ukhulumelani kanje na? Uyahlambalaza. Ngubani ongathethelela izono, kungeyena uNkulunkulu yedwa na?”


Uma ubuyisa unyawo lwakho esabathani, ukuze uthokoze ngosuku lwami olungcwele; ulibize isabatha ngokuthi injabulo, ingcwele kaJehova, idunyiswa; futhi umhloniphe ngokungenzi izindlela zakho futhi ungafuni okuthandwa nguwe futhi ungakhulumi amazwi akho.


Futhi abantwana bowezizwe abazihlanganisa noJehova ukumkhonza nokuthanda igama likaJehova ukuba babe yizinceku zakhe, wonke ogcina isabatha ukulingcolisa, abambe isivumelwano sami;


Ngokuba usho kanje uJehova kubathenwa abagcina amasabatha ami, bakhetha engikuthandayo, nababambelela esivumelwaneni sami;


Ubusisiwe umuntu okwenzayo nendodana yomuntu ebambelela kukho; ogcina isabatha ukuze angalingcolisi, ogcina isandla sakhe singenzi okubi.


Izinsuku eziyisithupha kusetshenzwa; kepha ngosuku lwesikhombisa yisabatha, lingcwele kuJehova; yilowo nalowo owenza noma yimuphi umsebenzi ngosuku lwesabatha wobulawa nokubulawa.


Wathi kubo: “Anizange nifunde yini uDavida akwenzayo lapho eswele, elambile, yena nababe naye?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite