Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 2:22 - Contemporary Zulu Bible 2024

22 Futhi akakho othela iwayini elisha ezimvabeni ezindala, funa iwayini liqhumise izimvaba, lichitheke iwayini, nezimvaba zonakale; kodwa iwayini elisha lithelwa ezimvabeni ezintsha.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Futhi akakho othela iwayini elisha ezimvabeni ezindala, funa iwayini liqhumise izimvaba, lichitheke iwayini, nezimvaba zonakale; kodwa iwayini elisha lithelwa ezimvabeni ezintsha.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

22 Akekho futhi othela iwayini elisha ezimvabeni ezindala, funa liqhumise izimvaba, bese kuchitheka iwayini, nezimvaba ziqhekezeke. Kepha iwayini elisha lithelwa ezimvabeni ezintsha.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

22 Futhi akakho othela iwayini elisha ezimvabeni ezindala, funa iwayini liqhumise izimvaba, lichitheke iwayini, nezimvaba zonakale; kodwa iwayini elisha lithelwa ezimvabeni ezintsha.”

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 2:22
9 Referans Kwoze  

Kanjalo kabatheli iwayini elitsha ezimvabeni ezindala; funa izimvaba ziyaphuka, lichitheke iwayini, nezimvaba zonakale;


Ngokuba senginjengegabha emsini; nokho angizikhohlwa izimiso zakho.


Inhliziyo yami mayiphile ngezimiso zakho; ukuthi kangilanhloni.


Futhi lezi zikhwama zewayini esazigcwalisa zazizintsha; futhi bheka, zaziklebhukile, futhi lezi zingubo zethu nezicathulo zethu zaguga ngenxa yohambo olude kakhulu.


Benza ngobuqili, bahamba, bazenza izithunywa, bathatha amasaka amadala ezimbongolweni zabo, nezingqalathi zewayini, ezindala, eziklebhukile, neziboshiwe;


Bheka, isisu sami sinjengewayini elingenawo umoya; selilungele ukuqhuma njengamabhodlela amasha.


Akakho othungela isiziba esingakashukeki engutsheni endala, funa okusha okubekelwayo kuklebhule kwendala, kwande ukuklebhuka.


Kwasekusithi edabula amasimu ngesabatha; abafundi bakhe baqala ukuhamba ukukha izikhwebu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite