Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 2:18 - Contemporary Zulu Bible 2024

18 Kepha abafundi bakaJohane nabafundi babaFarisi babezila ukudla, beza bathi kuye: “Kungani abafundi bakaJohane nabafundi babaFarisi bezila ukudla, kepha abafundi bakho abazili na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Abafundi bakaJohane nabaFarisi babezila ukudla; beza bathi kuye: “Yini ukuba abafundi bakaJohane nabafundi babaFarisi bazile ukudla, kodwa abafundi bakho bangazili na?”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

18 Abafundi bakaJohane nababaFarisi babezila ukudla. Abathile baya kuJesu, bathi kuye: “Kwenziwa yini ukuba abafundi bakaJohane nabafundi babaFarisi bazile ukudla, kodwa abafundi bakho bangazili na?”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

18 Kepha abafundi bakaJohane nabafundi babaFarisi babezila ukudla, beza bathi kuye: “Kungani abafundi bakaJohane nabafundi babaFarisi bezila ukudla, kepha abafundi bakho abazili na?

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 2:18
8 Referans Kwoze  

Ngizila ukudla kabili ngeviki, nginikela okweshumi kwakho konke enginakho.


ukuze ungabonakali kubantu ukuthi uzilile, kodwa kuYihlo osekusithekeni;


Futhi nxa nizila ukudla, ningabi njengabazenzisi, ubuso obudangeleyo, ngokuba banyakamisa ubuso babo, ukuze babonakale kubantu ukuthi bazilile. Ngiqinisile ngithi kini: Sebewutholile umvuzo wabo.


Ngokuba bengakwazi ukulunga kukaNkulunkulu, befuna ukumisa okwabo ukulunga, abazithobanga ekulungeni kukaNkulunkulu.


Kodwa yonke imisebenzi yabo bayenza ukuze babonwe ngabantu; bawenza abe banzi amafilakteriyu abo, bandise imiphetho yezingubo zabo;


UJesu wathi kubo: “Abendlu yomyeni bangazila yini ukudla, umyeni esenabo na? inqobo nje uma umyeni ekanye nabo, abanakuzila ukudla.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite