Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 16:18 - Contemporary Zulu Bible 2024

18 Bayakuphatha izinyoka; futhi uma bephuza okubulalayo, akusoze kwabalimaza; bayakubeka izandla phezu kwabagulayo, futhi bayakusinda.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 baphathe izinyoka; uma bephuza okubulalayo, akusoze kwaba nangozi; bayakubeka izandla phezu kwabagulayo, basinde.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

18 Bayakubamba izinyoka; uma bephuza okubulalayo, akuyukuba nangozi kubo, bayakubeka izandla phezu kwabagulayo, basinde.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

18 Bayakuphatha izinyoka; futhi uma bephuza okubulalayo, akusoze kwabalimaza; bayakubeka izandla phezu kwabagulayo, futhi bayakusinda.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 16:18
21 Referans Kwoze  

Bonang, ke le neile matla a ho hata dinoha le diphepheng, le matla ohle a sera;


Kwaze kwathathwa amaduku nezigqoko emzimbeni wakhe kwabagulayo, izifo zasuka kubo, namademoni aphuma kubo.


Ngokwelula isandla sakho ukuphulukisa; nokuthi izibonakaliso nezimangaliso zenziwe ngegama leNdodana yakho engcwele uJesu.


Negama layo ngokukholwa egameni layo liyiqinisile le ndoda eniyibonayo neniyaziyo;


UPetru wathi kuye: “Eneya, uJesu Kristu uyakuphilisa; Wasesukuma masinyane.


UPetru ekubona waphendula abantu wathi: “Madoda akwa-Israyeli, nimangala ngalokho na? Kumbe nisigqolozeleni ngokungathi ngamandla ethu nangobungcwele bethu senze lo ukuba ahambe na?


Wamncenga kakhulu, esithi: “Indodakazi yami encane isigulela ukufa; njalo uzaphila.


Uyakunyathela ingonyama nebululu; kufanele unyathele ibhongo lengonyama nodrako.


UNkulunkulu wokuthula uzakumchoboza masinyane uSathane phansi kwezinyawo zenu. Umusa weNkosi yethu uJesu Kristu mawube nani. Amen.


omunye ukholo ngaye lowoMoya; omunye izipho zokuphulukisa ngaye lowoMoya;


Makwazeke kini nonke nakubo bonke abantu bakwa-Israyeli, ukuthi ngegama likaJesu Kristu waseNazaretha enambethela esiphambanweni, uNkulunkulu amvusa kwabafileyo, ngaye lo umi lapha phambi kwenu esindile.


Ngokuba lowo muntu esenziwe kuye lesi sibonakaliso sokuphulukisa wayeneminyaka engaphezu kwamashumi amane.


Ngiyakubeka ubutha phakathi kwakho nowesifazane, naphakathi kwenzalo yakho nenzalo yakhe; yona iyakuchoboza ikhanda lakho, wena uyakulimaza isithende sayo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite