Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 16:17 - Contemporary Zulu Bible 2024

17 Lalezizibonakaliso zizakubalandela abakholwayo; Ngegama lami bayokhipha amademoni; bayakukhuluma ngezilimi ezintsha;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Lezi zibonakaliso ziyakubalandela abakholwayo: ngegama lami bayakukhipha amademoni, bashumayele ngezilimi ezintsha,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

17 Lezi zibonakaliso ziyakubonakala kwabakholwayo: Bayakukhipha amadimoni ngegama lami, bakhulume ngezilimi ezintsha.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

17 Lalezizibonakaliso zizakubalandela abakholwayo; Ngegama lami bayokhipha amademoni; bayakukhuluma ngezilimi ezintsha;

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 16:17
17 Referans Kwoze  

Kwabuthana futhi isixuku esivela emadolobheni azungeze iJerusalema, bethwele abagulayo nabakhathazwa imimoya engcolile, baphulukiswa bonke.


Futhi uNkulunkulu umisile abathile ebandleni, kuqala abaphostoli, okwesibili abaprofethi, okwesithathu abafundisi, emva kwalokho izimangaliso, bese kuba izipho zokuphulukisa, nokusiza, nokubusa, nezilimi ngezilimi.


omunye ukwenza izimangaliso; komunye isiprofetho; omunye ukuhlukanisa imimoya; omunye izinhlobo zezilimi; omunye ukuhunyushwa kwezilimi.


Ngokuba kwaphuma omoya abangcolileyo kwabaningi abanabo, bememeza ngezwi elikhulu; nabaningi abafe uhlangothi nabayizinyonga baphulukiswa.


Ba mashome a supileng ba kgutla ka thabo, ba re: Morena, le bona batemona ba re ikokobeletsa ka lebitso la hao.


Ngokuba babezwa bekhuluma ngezilimi, betusa uNkulunkulu. Khona uPetro waphendula wathi:


Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini: Okholwa yimi, imisebenzi engiyenzayo mina naye uyakuyenza; nemikhulu kunale uyakuyenza; ngoba mina ngiya kuBaba.


UPawuli esebeke izandla phezu kwabo, uMoya oNgcwele wehlela phezu kwabo; bakhuluma ngezilimi, baprofetha.


Ngokuba okhuluma ngezilimi akakhulumi kubantu, kodwa kuNkulunkulu; kodwa ngomoya ukhuluma izimfihlakalo.


Bonke baneziphiwo zokuphulukisa na? Bonke bakhuluma ngezilimi na? Bonke bayahumusha na?


Noma ngikhuluma ngezilimi zabantu nezezingelosi, kepha ngingenalo uthando, ngiyithusi elikhencezayo nensimbi encencethayo.


Wakwenza lokho izinsuku eziningi. Kepha uPawulu edabukile waphenduka, wathi kumoya: “Ngiyakuyala ngegama likaJesu Kristu ukuba uphume kuyo.” Waphuma ngaso leso sikhathi.


UJohane wamphendula wathi: “Mfundisi, sabona umuntu ongasilandeli ekhipha amademoni ngegama lakho;


Ngakho-ke ephakanyiselwe ngakwesokunene sikaNkulunkulu, esamukele kuYise isithembiso sikaMoya oNgcwele, ukuchithile lokhu enikubonayo nenikuzwayo manje.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite