Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 15:47 - Contemporary Zulu Bible 2024

47 UMariya Magdalena noMariya unina kaJose babona lapho ayebekwe khona.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

47 OMariya Magdalena noMariya unina kaJose babona lapho abekwa khona.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

47 UMariya Magdalena noMariya, unina kaJose, babona lapho ayebekwe khona uJesu.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

47 UMariya Magdalena noMariya unina kaJose babona lapho ayebekwe khona.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 15:47
8 Referans Kwoze  

Kwakukhona nabesifazane bebukele bekude, phakathi kwabo kwakukhona uMariya Magdalena, noMariya unina kaJakobe omncinyane nokaJose, noSalome;


Selidlulile isabatha, oMariya Magdalena, noMariya unina kaJakobe, noSalome bathenga amakha ukuba beze bamgcobe.


Nabesifazane abeza naye bevela eGalile balandela, balibona ithuna, nokubekwa kwesidumbu sakhe.


Ekupheleni kwesabatha, ngovivi ngolokuqala lweviki, kwafika uMariya Magdalena nomunye uMariya, bezobona ithuna.


Kwakukhona lapho uMariya Magdalena nomunye uMariya, behlezi malungana nethuna.


phakathi kwabo kwakukhona uMariya Magdalena, noMariya unina kaJakobe noJose, nonina wamadodana kaZebedewu.


Wathenga ilineni elicolekileyo, wamehlisa, wamsonga ngelineni elicolekileyo, wambeka ethuneni elaliqoshwe edwaleni, wagingqela itshe emnyango wethuna.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite