Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 15:40 - Contemporary Zulu Bible 2024

40 Kwakukhona nabesifazane bebukele bekude, phakathi kwabo kwakukhona uMariya Magdalena, noMariya unina kaJakobe omncinyane nokaJose, noSalome;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

40 Kwakukhona nabesifazane bebukela, bekude; phakathi kwabo kwakukhona noMariya Magdalena, noMariya unina kaJakobe omncane nokaJose, kanye noSalome

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

40 Kwakukhona nabesifazane ababebukela, bebuqamama. Phakathi kwabo kwakukhona uMariya Magdalena, uSalome, uMariya ozala uJakobe omncane noJose.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

40 Kwakukhona nabesifazane bebukele bekude, phakathi kwabo kwakukhona uMariya Magdalena, noMariya unina kaJakobe omncinyane nokaJose, noSalome;

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 15:40
18 Referans Kwoze  

Bonke abazana naye, nabesifazane ababemlandela bevela eGalile, bema kude, bebuka lezo zinto.


Kwathi uJesu esevukile ekuseni ngolokuqala lweviki, wabonakala kuqala kuMariya Magdalena, ayekhuphe kuye amadimoni ayisikhombisa.


Ekupheleni kwesabatha, ngovivi ngolokuqala lweviki, kwafika uMariya Magdalena nomunye uMariya, bezobona ithuna.


Kwakukhona lapho uMariya Magdalena nomunye uMariya, behlezi malungana nethuna.


Lo akasiyo yini indodana yombazi na? Unina akabizwa ngokuthi uMariya na? nabafowabo oJakobe, noJose, noSimoni, noJuda?


Asinagunya lokuhamba nodadewenu, umkakho, nabanye abaphostoli, nabafowabo beNkosi, noKhefase?


UMariya Magdalena noMariya unina kaJose babona lapho ayebekwe khona.


Izithandwa zami nabangane bami bami kude nokulimala kwami; abafowethu bamela khatshana.


UJakobe, inceku kaNkulunkulu neyeNkosi uJesu Kristu, kubo izizwe eziyishumi nambili ezihlakazekile, ngiyabingelela.


Kodwa kangibonanga omunye wabaphostoli, kuphela uJakobe umfowabo weNkosi.


uFiliphu, loBartolomewu; uTomase, noMathewu umthelisi; uJakobe ka-Alfewu, noLebewu othiwa futhi uThadewu;


Selidlulile isabatha, oMariya Magdalena, noMariya unina kaJakobe, noSalome bathenga amakha ukuba beze bamgcobe.


Yayifuna ukumbona uJesu ukuthi ungubani; wahluleka ngenxa yexuku, ngoba wayemude.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite